Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Umlando ngokukhothama kweNdlovukazi uNandi, kanye neHubo lakwaMhlongo

UMLANDO WETHU : Umhla zili-10 kuMfumfu ngowe-1827 isizwe sezwa iNgonyama uShaka iqhuma phezulu ngelikhulu izwi ikhala ngokungalawuleki nokwalandelwa yisililo kuyo yonke imizi nakuzo zonke izinkalo. Igama lase liphumile ukuthi seyiwile intonga yeLembe, umvikeli walo kusuka lizalwa. Ukuthi iNdlovukazi uNandi uSontanti weNguga ngasekho. ILembe lawisa izinkabi ezingamashumi amane ukuwelisa iNdlovukazi kweleZinyandezulu. Umkhumbi wempi wazungeza lapho iNdlovukazi eyabe ithule khona, kwahutshwa amahubo esizwe nawempi. ElaboHlanga leseka abaseLangeni lizoba yingxenye yesikhumbuzo sokwedlula kweNdlovu... qhubeka ufunde »

Incazelo ngenyoka,iNhlwathi

Incazelo ngenyomi iNdwandwe

read more

Incazelo ngenyoni iNdwa

read more

Incazelo ngesilwane uChakide

read more

IHubo leSilo uMisuzulu ka Mdlokombane

read more

Incazelo ngesilwane iNhloli

read more

ISigingqathuvi/iNkubabulongwe

read more

Incazelo ngeSigqiki soMkhovu

read more

Incazelo ngoMnyamathi/uMathunzentaba

read more

error: Akuvumelekile lokho !!