Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu
Umlando ngeKumkani uHinsa kaKhawutha :Aah! Zanzolo! Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo. IKumkani uHinsa yabusa isizwe samaXhosa kusukela ngo1820 kwaze kube unyaka we1835 lapho yakhothama khona ngesandla seNgisi uGeorge Southey . Leso kwakuyisikhathi sezimpi zakwaXhosa ezaziwa ngokuthi ‘ amaFrontier Wars’ . Lezo zimpi zazihlukaniswe izigaba  . Impi lapho kwakhothama khona iKumkani uHinsa yayibiza ngokuthi “Sixth Frontier War ‘ nokuchaza ukuthi kwabe kungeyesithupha . IKumkani uHinsa yabusa ngesikhathi sokubusa kweLembe kwaZulu. Unina wayo kwakunguNobutho , indo... qhubeka ufunde »
Umlando ngoGundanekumitha ka Ndlovu wakwaNdiweni Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo UGundanekumitha ka Ndlovu Ndiweni wabe enguNdunankulu wesizwe sikaMthwakazi,okuyisizwe esakhiwa nguMzilikazi ka Mashobana Khumalo ngemuva kokusuka kwakhe kwaZulu. Abantu bakwaNdiweni baseyingxenye yabantu baseMa... qhubeka ufunde »
Umlando ngamaqhawe akwaMsane, oNxaba noMgobhozi Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo. UNxaba ka Mbekane noMgobhozi ka Nongqiwu amaqhawe akwaMsane avelela kakhulu ngesikhathi soMfecane. UMfecane yizimpi ezadlanga kakhulu eAfrika esemazansi ngeminyaka yama1800.UNxaba wayebusa abantu bakwaMsane nges... qhubeka ufunde »
error: Akuvumelekile lokho !!