Umlando ngesibongo sakwaNgongoma. Abantu bakwaNgongoma bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabaNguni, basekanye nabantu bakwaNgcobo, abakwaNgidi, abakwaShangase , abakwaHlabisa , abakwaNzama, abakwaChamane kanye nabanye. Zonke lezi zibongo ziphuma kuVumizitha ,owayephila eminyakeni eminingi kakhulu eyadl... qhubeka ufunde »
Umlando ngoSoshangane Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo: USoshangane ka Zikode wakwaNxumalo, wayengenye yezinsizwa ezazakhela igama ngesikhathi soMfecane-okuyizimpi ezadlanga kakhulu ngeminyaka yama-1800. Abantu bakwaNxumalo bayikhohlo lakwaNdwandwe , endulo sibathola bakhe ngaseTshaneni, enya... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaCebekhulu Abantu bakwaCebekhulu bangaMangwe, bakanye nabantu bakwaZwane , abakwaHludla, abakwaNdiweni, abakwaNsele kanye nabanye. Akucaci kahle ukuthi lesi sibongo sakwaCebekhulu saqambeka kanjani, kuningi nje okushiwo ngoSomlando mayelana nokuqambeka kwalesi sibongo sakwaCeb... qhubeka ufunde »
UHLA LWAMABUTHO ABESIFAZANE: Endulo izintombi nazo zazibuthwa , zibuthelwe ebuthweni thizeni, ziphuma izimpi futhi zifike zihlabane kakhulu ,zethweswe iminyezane njengezinsizwa. Ake sibheke AMABUTHO ABESIFAZANE abuthwa ngamakhosi asendulo #Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo! ÀMABUTHO ENKOSI UDIN... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaFakude (Fakudze): -Kuloba uErnest Lulama Nxasana. Umlando womlomo usitshela ukuthi isibongo sakwaFakudze savela ngesenzo sendoda eyayihlala ezintabeni zaseSwazini. Kuthiwa ngesikhathi inkosi uSobhuza wokuqala efika ezweni laseSwazini wathola indoda eyayihlala ezintabeni ezazi... qhubeka ufunde »
Umlando ngoPhrofethi uShembe Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo. Abantu bakwaShembe ngabaNtungwa bakwaDonsa. Endulo sibathola bakhe ngasezintabeni zakwaCeza, umuntu owayedume kakhulu ngaleso sikhathi nguMzazela ka Sokhabuzela ka Nyathikazi. UMzazela waphila iLembe (iSilo uShaka) lingazihlanginisi... qhubeka ufunde »
Izibongo zenkosi uZwide ka Langa Ndwandwe: UZwide ka Langa! UNonkokhel’abantu bahlatshwe, Kuhlatshw’iminyango enesisila, Yena bangamhlabi . Ezindleleni ufana nayiphi na? Ufana nevundlayo . Emithini ufana ufana namuphi na? Ufana noMnyamathi. Ezinyokeni lapha ufana nayiphi na? Ufana neNyan... qhubeka ufunde »