Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngemithi yemfuyo

Incazelo ngemithi yemfuyo Uma unguMfuyi thatha izimpande zeNtolwane,ezikaBhoqo nezikaVimbukhalo uzibilise ngento ewu 20litha okwesikhathi esingangeHora, bese uyakwephula eziko,bese ulinda kuphole,bese uphuzisa nje yonke imfuyo yakho.Ngingabalaizimbuzi,izinkomo,amankonyane,amahhashi,kanye nayo yonke nje imfuyo.Le mbiza yenza imfuyo iqine,futhi inothe,yande ibe ningi.Ungabuye uthathe noNdwendweni,nawo uwubilise okwesikhathi esingangeHora ngento ewu 10litha,bese uphuzisa izimbuzi ezezinsikazi,esezikhule zafika esigabeni sokuzala.Uma usukwenzile lokho thatha uNdwendweni onezigaxa ezixhumene uwumbe... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNtebe(iHlukwe/Zantedeschia aethipica)

Incazelo ngeNtebe(iHlukwe/Zantedeschia aethipica) Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebana.UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo.UKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke izNgabade.Ngeth... qhubeka ufunde »

Incazelo ngamasiko abaNguni

UBunyanga Zazikhona izinyanga kwaZulu ezazikwazi ukwelapha kwelapheke ukuba kwakungenjalo uZulu wayengeke ande abe ngakaya.Nokho izinyanga umuntu asezibona namuhla sezivama ukuba nenkohliso.Njengakunoma yimuphi umphakathi wesintu, umuntu onamandla okwenza lokho thina esingezenzele ngamandla ethu,siy... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!