Umlando ngesibongo sakwaNtombela  Abantu bakwaNtombela baxhumene kakhulu nabakwaZulu kanye nabakwaQwabe. Ukhokho wabo nguNtombela kaLuzumana owabe engumfowabo omncane wenkosi uMalandela ,uMalandela uyise woQwabe noZulu.NguNtombela owasala ebheke amadodana enkosi uMalandela ngemuba kokukhothama kwayo.Elinye igama likaNtombela kwakunguMahlobo nokuyilona eligqama kakhulu ezithakazelweni zabakwaNtombela . Inkosi uMalandela siyitholala yakhe egqumeni iMandwe ngaseShowe ,kanti naye umnawayo uNtombela wayekanye nayo. Sizokhumbula ukuthi kwathi ngesikhathi sokwabiwa kwefa lenkosi uMalandela kwasuk... qhubeka ufunde »