Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Hlabisa

AbakwaHLABISA… Abantu bakwaHlabisa bazalwa kwaNgcobo endlini okuthiwa ngeyaseMalangeni. Njengoba abantu bakwaNgcobo bengaMaNguni abizwa ngokuthi ngaMaLala, nabo abakwaHlabisa bangaMaLala. Lo muzi waseMalangeni ngomunye wemizi yakwaNgcobo ,owawungokaMaguya. Lo muzi wawakhe esithangameni phezu komdfula uThukela. Ngenxa yokuthi ilanga laliphumela kuwo lo muzi wabizwa ngokuthi kuseMalangeni. Inkosana yalo muzi kwakunguBhebhe(hhayi owakwaMhlongo). Kule ndlu yaseMalangeni kwakukhona endlini encane umnumzane owayebizwa ngokuthi nguNgono. Le ndoda yayinendodana yayo ebizwa ngokuthi nguNqina, okw... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!