IMbongi UMhlangeni wakwaKhumalo >>>> UZulu eladum’obala Lapho kungemunga, kungemtholo UHlamvana bhul’umlilo eNdulinde Ubaswe uMantshonga benoGqelebana Inzima lemnyama Engabunde bezingwe nezingonyama Ibiqhutshwa uMseleku benoNongalaza Bethi ifanele ukuyosikwa izihlangu EMkhwey... qhubeka ufunde »
‘INyosi : UNtulizenkosi Dlamini no-Buzetsheni kaSombila Mdletshe ” >> INdlondl’enophaphe’ekhanda Ndaba kawulalele lomunt’omemezayo Umemeza sengathi uyakhala Ukhal’isililo Uth’igula likaJama lichithekile Lichithwa yiNgwel’endala Ngeyakithi kwaMa... qhubeka ufunde »
INyosi : uMxhamama kaSoshaya wakwaSibisi UDlungwane kaNdaba*! UDlungane woMbelebele! Odlung’emanxulumeni Kwaze kwasa amanxuluma esebikelana UMjokwane aNdaba USalakutshelwa uSalakunyenyezelwa Usishaka kasishayeki UNodumehlezi kaMenzi ILembe eleq’amanye Amalembe ngukukhalipha Igawu bazakul... qhubeka ufunde »
INyosi :UGwebisa kaMandondo wakwaDlamini: UMsongi wensimbi Ayibek’ekhanda Athi yikhona Amagwal’ezakumbalekela Usima ngandonga bangamhlabi Bahlab’umbhantaka Intak’eduke nabalandakazi Ngoba iduke naBaqulusi UMagwaz’ayiqhube Ayis’ekhakonina kwaSothondose UMngun’... qhubeka ufunde »
UPhunga waseBulawini IMfundama kaNtombela Ephume ezizibeni zeMphembeni Yasibekela izintaba. Ilanga eliphume endlebeni yeNdlovu Inhlalazikweni yakithi kwaNobamba IZilokazana zikaNozidiya Ezeza eMmbambangwe zibelethene, Ukusa kwadabuka Esinye kungesaseBulawini Esinye kungesaseMakheni Inhlendla yethusi... qhubeka ufunde »