Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngeSihaqa saseZimbabwe (Cassia abbreviata )

Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethema basaphila abeSilo. Cha, thina sisaphila eMantungweni . Nina beSilo lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa iSihaqa igama lawo .Lo muthi uyatholakala laphayana eFaradeyi , lona umuthi omuhle kakhulu ekwehliseni inhlungwane (acid) kanye noshukela emzimbeni. Kusebenza ixolo kulo muthi , alibabi alibabi libuya ngokuzolala . Lo muthi utholakala ezweni laseZimbabwe , aBel... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMbokwane   ( Electric eel )

Incazelo ngoMbokwane  (Electric eel) Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayiwa ukulila.UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade.Ngethemba nisaphila nina beS... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!