Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Umlando ofinqiwe ngoMngoye ka Dingiswayo Mthethwa

Umlando ofinqiwe ngoMngoye ka Dingiswayo Mthethwa Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala!UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi!IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma!ISilo sakithi kwaDukuza leso,iSilo uShaka.Nina beSilo ake sikhe phezulu umlando kaMngoye indodana yenkosi uDingiswayo.Ayemaningi amadodana enkosi uDingiswayo,singabala uSeyama,uSomveyi,uMthakathi,uNgungumbana,uSonkonde,uShuqu.uManqe,uKhuzwayo,kanye nabanye abaningi.Ngemuva kokukhothama kwenkosi uDingiswayo iLembe labeka uMmbiya ka Shangana ukuba... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!