Umlando ngesibongo sakwaMpontshane Kuloba iNtungwa lasenhla kwaSokhumalo Lo mlando ucashunwe encwadini ka Senzo Maswidi Mbatha ethi ‘Ziphuma eguleni’ Abantu bakwaMpontshane kusengabantu bakwaButhelezi, baphuma kuJeqe Buthelezi owabe eyiNsila yeSilo uShaka . Ngenkathi uJeqe eyiNsila lapha... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaNjilo Kuloba iNtungwa lasenhla kwaSokhumalo *Lo mlando ucashunwe encwadini ka Senzo Maswidi Mbatha esihloko sithi ‘Ziphuma eguleni’ Abantu bakwaNjilo bangamaDebe Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Endulo sibathola bakhe ngasemfuleni uMlaza , kodwa ngenxa yezimpi ezazid... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMkhulise Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo(Bongani Kholo Khumalo) Abantu bakwaMkhulise baphuma kuBaThembu bakwaMvelase , ababeholwa yinkosi uNgoza ka Mkhubukeli ngesikhathi seSilo uShaka. AbakwaMvelase bayindlu encane yaBaThembu, indlu enkulu yilena ezibiza ngokuthi ingey... qhubeka ufunde »
*Umlando ngesibongo sakwaMdunge* -Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo(Bongani Kholo Khumalo) Abantu bakwaMdunge baphuma kuMdunge owabe engenye yamadodana enkosi uMnguni ka Ntu. UMnguni ka Ntu nguyena odabula wonke amaNguni.Naso isizwe samaDunge sehla ngesilulu sisuka lena enhla nezwekazi lase-Afri... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaOgle(Thoyane) Kuloba iNtungwa Lasenhla kwaSokhumalo( Kholo Khumalo) Abantu bakwaOgle ababuye baziwe ngokuthi bangabakwaThoyane baphuma kuHenry Ogle,laba bantu bangaMakhaladi. UHenry wayebuye aziwe ngelikaWohlo,kususelwa ekwehlulekeni kwamaZulu ukubiza isibongo sakhe.UWohlo wa... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMpala. Ezweni laseZimbabwe ngasengxenyeni eyaziwa ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi kukhona abantu besibongo sakwaMpala. Labo bantu sibathola endaweni yaseMos o ya tunya, nokuyindawo edume kakhulu ngokuthi kuse Victoria Falls . Lendawo ineZimpophoma eziheha abavakashi... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaGumbo. Ezweni laseZimbabwe ngasengxenyeni eyaziwa ngokuthi kukwaMthwakazi kukhona abantu besibongo sakwaGumbo, labo bantu abahlobene nabakwaGumbi bakwaZulu , abangaSomkhanda. AbakwaGumbo ize iningi labo selikhuluma isiNguni namuhla kodwa empeleni ababona abaNguni , bayingxeny... qhubeka ufunde »
Sereto sa Mehlape ****Mehlape a mmoyaphokeng swana ya boditsibogolo sebokela dingwe diboba. Bja go kgahla o tumule ore go tumula o tame o ba bokela pele o yago, o se ele sa ruri sa motho ke gore go ya a boya a re fa tÅ¡a mosepelo.Bja nkgahla ke a tumula bja gara pholo e e ya pele,morago ke pholo ya ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaKhuphe . Abantu bakwaKhuphe iningi labo litholakala eNingizimu yezwe laseZimbabwe endaweni eyaziwa ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi nokuyindawo eyabe iyizwe leNkosi u-Mzilikazi ka Mashobana Khumalo ngaphambi kokuba idliwe ngamaNgisi ngowe 1893 . Kukhona noSopolitiki ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaNkiwane Abantu bakwaNkiwane batholakala eNingizimu yezwe yaseZimbabwe endaweni ebizwa namuhla ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi. Eminyakeni eyedlule kuke kwaba nomdlali webhola owakulesi khona eZimbabwe ogama lakhe kwakungu-Melusi Nkiwane. Lo Mdlali wayeyiSitobha , wa... qhubeka ufunde »