Abantu bakwaZulu- Madzikane abatholakala kwaBhaca nokuyi-Xobho , koMzimkhulu , koMatatiele , Harding nakoMount Frere kusengabantu bakwaZulu oMageba abatholakala kwaZulu. Laba bantu babuye baziwe ngokuthi bangabakwaMadzikane ,noma bangaMabhaca . UMadzikane lona ababizwa nganye wayeyiNkosi yabo eyab... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaSibisi Abantu bakwaSibisi imvelaphi yabo ikubeSuthu abaziwa ngokuthi bangaMakgwakgwa , aMakgwakgwa wona aphuma kubeSuthu abaziwa ngokuthi ngaBahlakwana [ Bahlakwana] . Ukhokho walaba bantu bakwaSibisi nguMahlatsi indodana kaKherehlwa kaMashiane kaMolapo . ABahlakwana nabo ... qhubeka ufunde »
UMlando wabantu bakwaDlamini [oLatha] -Kubhala uDlamini Latha Elias Mziwenhlanhla :- AbakwaDlamini babizwa ngokuthi ngaBeNguni baseMbo. Abantu bakwaDlamini bahlakazeke izwe lonke lakwaZulu ,kuze kuyoshaya kwelakwaXhosa ,naseZimbabwe imbala .Angisakhulumi ngelakwaNgwane ngoba ubu... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaZondo. Abantu bakwaZondo kusengabantu baseBathiyaneni. BangabaNguni bohlobo lwaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni. UZondo okwaqanjwa ngaye isibongo sakwaZondo wayengenye yamadodana kaSokotshane kaNoxoko. Ukhokho wabo bonke abantu baseBathiyaneni nguMthiyane okwaqanjw... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlamdo wakwaJiyane. Isizwe sakwaJiyane siphuma wesakwaMtshali. UJiyane okwawanjwa ngaye isizwe wayengowaseMantshalini. Kodwa wagcina ekhishiwe esizweni saseMantshalini ngesizathu sokuthi wayekhulelise enye yezintombi zaseMantshalini,wase exoshwa ekhaya,waqanjwa negama uJiyane ngoba ku... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMtshali: Ngesikhathi iSilo uShaka sihlanganisa izizwe isizwe sakwaMtshali sasibuswa inkosi uKhondlo. Isizwe sakwaMtshali sasakhe endaweni yaseNtabankulu. Esizweni sakwaMtshali kwabuye kwahlephuka esinye futhi isizwe nokuyisizwe esesisikhulu manje, leso sizwe ngesakwaJiyane... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMahaye Abantu bakwaMahaye bangabaNguni abawela esigabeni sabaNguni abangabaNtungwa Nguni ngokwezigama zabaNguni. Laba bantu bakwaMahaye baphuma kubantu bakwaZulu . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye nguye uMahaye uqobo lwakhe .UMahaye wayeyinkosana kaZulu futhi nguyena okwakufane... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMjoli Abantu bakwaMjoli kusengabantu baseMawusheni . Ukhokho walaba bantu nguLufulwenja wayengenye yamadodana enkosi uZulu kaMalandela. UZulu wayengumnawakhe kaQwabe bezalwa inkosi uMalandela kuNdlunkulu uNozinja . Laba bantu bakwaMjoli baxhumene kakhulu nabakwaZulu ... qhubeka ufunde »
zithakazelo nomlando wakwaMnqayi : Abantu bakwaMnqayi bangabaNguni bohlobo olubizwa ngokuthi ‘aMalala Nguni’ , baphuma kubantu bakwaHadebe . AbakwaHadede bona bangabaNguni abangabaMboNguni, abakwaMnqayi bona bagcina sebengaMalala ngesizathu sokuthi bagcina bezimbandakanye nesizwe saBathe... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaJele Abantu bakwaJele bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni . Ngenkathi iSilo u-Shaka sihlanganisa izizwe umuntu owabe egqame kakhulu kwaJele nguZwangendaba kaJele , u-Jele nguyena okwaqanjwa ngaye isizwe . U-Zwangendaba wabe engomunye wezinduna zenkosi u-Zwide kaL... qhubeka ufunde »