AbakwaBhengu( abakwaNgcolosi).. AbaNguni behlukaniswe ngezigaba ezinhlanu. Kukhona aMantungwa Nguni,2 AbeNguni baseMbo, 3 AbeNguni baseButhonga, 4 AMalala noma AmaNhlenga Nguni**, kanye naMaDebe Nguni.. Abantu bakwaBhengu(Ngcolosi) bawela esigabeni esibizwa ngokuthi ngaMaLala noma AmaNhlenga Nguni i... qhubeka ufunde »
AbakwaMABASO!! UBUKHOSI BAKWAMABASO!! MMUSI MMUSI II NDABEZITHA I MBULAZI MNTUNGWA MABASO MANGETHE MTHIYANE NDABA II VEZI LAMULA NYATHI NKATHAZO DENJANE HWANQA FAKU NGUBHANE MZAKAZA PENI MTHUKU’THELI MPHILI VIMBA SIPHO IZITHAKAZELO ZAKWAMABASO NDABEZITHA WENA WENDLOVU! MNTUNGWA, WENAKAMBULAZI ... qhubeka ufunde »
AbakwaDladla. AbakwaDladla bangabantu baseMambatheni. Isibongo sakwaDladla savela ngo’Dladla ‘ indodana kaNdaba kaSontshikazi kaMphangazitha(Phangizitha) kaMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaGumede. Uyise kaDladla uNdaba wayenamadodana amathathu, uMbeje(inkosana yomndeni) , ... qhubeka ufunde »
AbakwaHLABISA… Abantu bakwaHlabisa bazalwa kwaNgcobo endlini okuthiwa ngeyaseMalangeni. Njengoba abantu bakwaNgcobo bengaMaNguni abizwa ngokuthi ngaMaLala, nabo abakwaHlabisa bangaMaLala. Lo muzi waseMalangeni ngomunye wemizi yakwaNgcobo ,owawungokaMaguya. Lo muzi wawakhe esithangameni phezu k... qhubeka ufunde »