Umlando ngeNdlovukazi uNomvimbi Mzimela INdlovukazi uNomvimbi Mzimela ingomunye wabantu besifazane ababamba elikhulu iqhaza ekuvikeleni umbuso wakwaZulu ekucekelweni phansi ngabamhlophe,ikakhulukazi amaNgisi. Le Ndlovukazi yiyona ezala iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo ka Mpande.Uyise wayo kwakunguMswe... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uSigonyela ka Mokotjo yabaTlokwa Inkosi uSigonyela yayibusa abaTlokwa bakwaMolefe endaweni yaseNtabazwe {Harismith},yabusa kusukela ngowe 1824 kwaze kwaba u 1852 .Yona yayizalwe ngowe 1804.Isizwe sabaTlokwa sibandakanya izibongo zakwaMolefe, Matsau, Tsotetsi ,Mokotjo,Lebusa,Motonosi... qhubeka ufunde »
Nina abeSilo sakithi KwaDukuza iGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! #ISilo uShaka leso. Ngethemba nisaphila nina beSilo , sisaphila thina eMantungweni. Ake sibheke umlando ngoSokwetshatha Mthethwa. USokw... qhubeka ufunde »
Nina abakaNdaba obhiyoze kuNomangci phezulu, eyokunqumel’umbango wakwaNyuswa .Kwakungabangwa lutho nakwaNyuswa , kwakubangwa izinhlakuva emanxiweni!! Bethi nteke nteke lindani amajuba! Nina abakaNdaba okhangele ezansi naMadungela, izinkomo zawoSihayo zabuya, kwaye kwalandela nezikaMafongosi. #ISil... qhubeka ufunde »
U-Mtotobi ka Nkumba Mabaso wabe engenye yeziNduna zeSilo u-Mzilikazi ka Mashobana Khumalo. WayeyiNduna yomuzi waseMncwazini , iButho elaliqaphe lowo muzi lalibizwa ngokuthi uMncwazi. Abantu bakwaMabaso bayiNdlunkulu yaMaNtungwa , u-Mabaso okwaqambeka ngaye isibongo wayenguMnewabo kaKhumalo ka Mntung... qhubeka ufunde »
“UMafukula owafukula kwakhwabitha iNkosi! UGwagwa liyagwagwa umbane wezulu! Wena owaciba ngomkhonto kwaphepha iNkosi yabeNtungwa “ Lezi izihasho zikaMhabahaba indodana kaZama kaBebesi wakwaMkhwanazi, namuhla waziwa kakhulu ngelikaMhabahaba ka Nkwali . UMhabahaba wayengelinye lamaqhawe kaMzilikaz... qhubeka ufunde »
Nina beSilo sakithi oSuthu uSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! #ISilo uDinuzulu leso iSilo sakithi oSuthu.Ngethemba basaphila abeSilo. Nina beSilo ake sibheke umlando weQhawe lakwaMkhwanazi uPhalane ka Mdinwa . UPhalane ka Mdinwa: UPhalane ka M... qhubeka ufunde »
Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini abengoma! UTeku lwabafazi bakwaNomgabhi betekula behlezi eMlovini bethi uShaka akayikubusa akayikuba nkosi! #ISilo uShaka leso ! ISilo sakithi KwaDukuza! Nina beSilo ake sibheke izibongo zeS... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uPhakathwayo ka Khondlo Nina abeLanga eliphandle elinye ngemisebe ngoba liphandle elaseMthandeni . UGasane luka Ndaba olugasele uPhungashe wakwaButhelezi , lwagasela uSondaba woMthanda ehlez’eBandla.ISilo uShaka leso .ISilo sakithi KwaDukuza .Enhla nasezansi ngethemba basaphila ... qhubeka ufunde »
ISilo sakwaDukuza, uShaka ka Senzangakhona Nina beSilo ake sibheke ukwelamana kweZilo zakwaZulu. Lo Mdwebo eniwubonayo ngoweSilo uShaka ka Senzangakhona. ISilo uShaka yisona esakha uZulu , kuthiwa sawakha kusukela ngowe 1816 kuya ku1828. ISilo uShaka sahlala eSihlalweni soBukhosi ngo1816 ngemuva k... qhubeka ufunde »