Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Moeketsi

Motaung wa Modise, Motho wa Motanyane, Tanka bodiba Madiba a Matala ha a tshelwe, A tshelwa ke rona feela tau tse tshehla, Enwa eo ereng ha a tsamaya le motho amo harole mmoho le dikobo, O hata ka maro, O bjabjaretsa feela hloho le masapo wena tau sebata, Jalala Tau sebata halala!

Yengwa

Yengwa Gwamanda Qwabe Malandela Khondlo Sochumase Sondindi ka Ndaba Wena owehla ngobambo Gwamanda omhlophe Omnyama ngoba ethanda Wena owehla ngotenga wabambelela Qabe lafikata mumva amanye esefikile Gwamanda akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala Wena wakwaMthonzima

Madela

Lingode Hhoyiyane Phikela Mnikwa Nomdidwa Ndaba Nkonyane yenkosi Gqigqi ka Nzamela Lebe liyabhakuza Shuqulu kazibalwa zibalwa abazaziyo Nomasikisiki Nyoni esindwa yisisila sayo Sihlahla soMdlebe esingahlalwa nyoni Yahlala ibhamuka amehlo Ncuncu ephuza kwezinde iziziba ngoba ma iphuza kwezimfushane i... qhubeka ufunde »

Ndaba(Ligode)

Lingode Hhoyiyane Phikela Mnikwa Nomdidwa Ndaba Nkonyane yenkosi Gqigqi ka Nzamela Lebe liyabhakuza Shuqulu kazibalwa zibalwa abazaziyo Nomasikisiki Nyoni esindwa yisisila sayo Sihlahla soMdlebe esingahlalwa nyoni Yahlala ibhamuka amehlo Ncuncu ephuza kwezinde iziziba ngoba ma iphuza kwezimfushane i... qhubeka ufunde »

Gabela

Nsele ka Lindamkhonto! Ngilinde-ngisaland’ ezami, eMazungeni! Shulubez’ elikhulu Elisind’ abazali nababelethi! Selulamthwalo Usinda amadod’ eZungeni! Mkhondo Vezi kaNonene Maqomboli kawakhohlwa zindlela abadala zibakhohliwe Zikhundla ezimbili Esokulala nesokuthamela Nina bakaNkomo zeza nomun... qhubeka ufunde »

Yeni

Shibase Mqathongo Hlatshane Bhengu Mntungwa Nodlela Mgabhazi Nkophe ezinde  ngokuqhwebana Mancinza abancinza intombi maqede bayibuyisele esokeni Ntombi’zibuy’emendweni ngokusaba ukuhlupheka Nonyukela owanyukela egqumeni lakwaSamasama Muntomuhle Qhenya Shayankomo       &nb... qhubeka ufunde »

Mncwango

Mncwango Mjaji ka Ngotshana, Makhumbuza uthuli Mfeka Wena owawakhishwa ngenoni emgodini Mzingeli Nkophe kazilangani Phakathi wakoNkosi Nsiba ka Muntsha, Dubeni, Wena owanyela emfuleni wenkosi wathi uyancwanga, Mpangazitha oziphangayo, Mzingeli kaMfekaye, Mncumbatha, Maqhude       &nbs... qhubeka ufunde »

Ndaleni

Mgilija Ndaleni Masomane Nyanganduna Mabhengu Mncwango lo omhlophe netinyawo takhe Mahluzululu Nguboyengwe neyengonyama Futha bafule Mbambozenyathi Mkhetheka Hlinza ithole kusal’ ithole Nxuba Nomakhal’endlovu Mdub’ogawuluhlume S’dununu sensingizi Sidlangeni Ntshulana Vethe Ts... qhubeka ufunde »

Khanyeza

(Osesithombeni uMabhuti Khanyeza owayengumdlali webhola)   Izithakazelo zakwaKhanyeza       Ngwane Bhengu Shongololo Ngcolosi Dlabazane Malala alala nomunwe endunu Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi Jali        ... qhubeka ufunde »

Thusi

Mlotshwa Sishange Ndlebenkomo Bhulekuphangweni Makhanya Gcwabaza Nondlela Msuthu Ndandali Ntamonde Khambule Ndlandla Vunisa Zindela Manyoni Mbuyisa Mzilankatha Mshazi Mlambo Mabhedla Vunisa Nina enehla ngomzungulu niphuma eMpumalanga Umzungulu wasala wabola Sbumbu setshwele eligulayo Madla umchamo w... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!