Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Yende

Phangwa Ndengezi ka Mayebuka Mgidliza ka Nogele Phampatha Ntaka yahlal’ emhlangeni umhlanga wakhothama Ntandwa kubukwa njengesiyephu Mzitshwa Yende               Osesithombeni uMthokozisi Yende,owayenguMdlali webhola

Yengwa

Yengwa Gwamanda Qwabe Malandela Khondlo Sochumase Sondindi ka Ndaba Wena owehla ngobambo Gwamanda omhlophe Omnyama ngoba ethanda Wena owehla ngotenga wabambelela Qabe lafikata mumva amanye esefikile Gwamanda akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala Wena wakwaMthonzima

Yeni

Shibase Mqathongo Hlatshane Bhengu Mntungwa Nodlela Mgabhazi Nkophe ezindeĀ  ngokuqhwebana Mancinza abancinza intombi maqede bayibuyisele esokeni Ntombi’zibuy’emendweni ngokusaba ukuhlupheka Nonyukela owanyukela egqumeni lakwaSamasama Muntomuhle Qhenya Shayankomo       &nb... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!