Yengwa
Gwamanda
Qwabe
Malandela
Khondlo
Sochumase
Sondindi ka Ndaba
Wena owehla ngobambo
Gwamanda omhlophe
Omnyama ngoba ethanda
Wena owehla ngotenga wabambelela
Qabe lafikata mumva amanye esefikile
Gwamanda akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala
Wena wakwaMthonzima