Mbelu

Mbelu

Jwara

Mncembu

Nomnjanja

Sithakazelo semvula

Mphoweni

Nina enala ukulandela iz’lithutha

Sqabaqaba

Sjekula

Sbahle njengabayen’bezekhaya

Nina nhloko ayivuthwa yehlula noma isibaselwe ngamalongwe

Nina oMandehleli.

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo