Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Mpala

Umlando ngesibongo sakwaMpala. Ezweni laseZimbabwe ngasengxenyeni eyaziwa ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi kukhona abantu besibongo sakwaMpala. Labo bantu sibathola endaweni yaseMos o ya tunya, nokuyindawo edume kakhulu ngokuthi kuse Victoria Falls . Lendawo ineZimpophoma eziheha abavakashi... qhubeka ufunde »

Mehlape

Sereto sa Mehlape ****Mehlape a mmoyaphokeng swana ya boditsibogolo sebokela dingwe diboba. Bja go kgahla o tumule ore go tumula o tame o ba bokela pele o yago, o se ele sa ruri sa motho ke gore go ya a boya a re fa tša mosepelo.Bja nkgahla ke a tumula bja gara pholo e e ya pele,morago ke pholo ya ... qhubeka ufunde »

Mguni

Umlando ngesibongo sakwaMguni.   Abantu bakwaMguni ngesibongo sakwaMguni abatholakala eNingizimu yezwe laseZimbabwe engxenyeni ebizwa ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi nokwabe kuyizwe leNkosi u-Mzilikazi ka Mashobana Khumalo ngaphambi kokuba lidliwe ngamaNgisi ngowe 1893. Laba bantu bak... qhubeka ufunde »

Mlalazi

Umlando ngesibongo sakwaMlalazi Abantu bakwaMlalazi batholakala eNingizimu yezwe laseZimbabwe , engxenyeni eyaziwa ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi nokuyingxenye eyabe iyizwe leNkosi u-Mzilikazi ka Mashobana Khumalo ngaphambi kokuba idliwe ngamaNgisi ngowe 1893. Laba bantu babuye baziwe ngo... qhubeka ufunde »

Moyo

Umlando ngesizwe sakwaMoyo. Abantu bakwaMoyo abatholakala kakhulu ezweni laseZimbabwe bayisizwe esikhulu futhi esinomlando ojule kakhulu. Indawo abatholakala kuyona kuthiwa kusebuKhalanga nokususelwa egameni elithi ‘Karanga’ nokuwulimi olukhulunywa kakhulu kuleya ndawo. Ezinye izilimi ez... qhubeka ufunde »

Masikane

AbakwaMasikane kwakungabantu banye nabakwaDlomo eMakhabeleni, uKhokho wabo omdala kwakunguNdimane. Ngenkathi kuphinge izingane zakwaDlomo okunguNodada nomfowabo. Inkosi Magedama yabiza umhlangano kwaphuma isinqumo sokuthi basikelwe indawo eseMakhabeleni, eNdimakude. Indlu kakhokho uNdabambi kaMdiman... qhubeka ufunde »

Msane

Abantu bakwaMsane abande kakhulu eHluhluwe nakoMtubatuba bakhumbuleka kakhulu ngamaqhawe abo amabili oNxaba kaMbekane noMgobhozi kaNongqwewu Msane . UNxaba Msane wayebusa isizwe sakwaMsane ngesikhathi iLembe lihlanganisa izizwe ngeminyaka yama 1800 . Umuzi weNkosi uNxaba kwakusoGobeni , lowo muzi wa... qhubeka ufunde »

Mtshali

Izithakazelo nomlando wakwaMtshali: Ngesikhathi iSilo uShaka sihlanganisa izizwe isizwe sakwaMtshali sasibuswa inkosi uKhondlo. Isizwe sakwaMtshali sasakhe endaweni yaseNtabankulu. Esizweni sakwaMtshali kwabuye kwahlephuka esinye futhi isizwe nokuyisizwe esesisikhulu manje, leso sizwe ngesakwaJiyane... qhubeka ufunde »

Mahaye

Izithakazelo nomlando wakwaMahaye Abantu bakwaMahaye bangabaNguni abawela esigabeni sabaNguni abangabaNtungwa Nguni ngokwezigama zabaNguni. Laba bantu bakwaMahaye baphuma kubantu bakwaZulu . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye nguye uMahaye uqobo lwakhe .UMahaye wayeyinkosana kaZulu futhi nguyena okwakufane... qhubeka ufunde »

Mjoli

Izithakazelo nomlando wakwaMjoli Abantu bakwaMjoli kusengabantu baseMawusheni .  Ukhokho walaba bantu nguLufulwenja wayengenye yamadodana enkosi uZulu kaMalandela. UZulu wayengumnawakhe kaQwabe bezalwa inkosi uMalandela kuNdlunkulu uNozinja .  Laba bantu bakwaMjoli baxhumene kakhulu  nabakwaZulu ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!