Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Mnqayi

zithakazelo nomlando wakwaMnqayi : Abantu bakwaMnqayi bangabaNguni bohlobo olubizwa ngokuthi ‘aMalala Nguni’ , baphuma kubantu bakwaHadebe . AbakwaHadede bona bangabaNguni abangabaMboNguni, abakwaMnqayi bona bagcina sebengaMalala ngesizathu sokuthi bagcina bezimbandakanye nesizwe saBathe... qhubeka ufunde »

Mtolo

Izithakazelo nomlando wakwaMatolo Abantu bakwaMtolo bangabaNguni  bohlobo lwabaMbo Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Akubona aBathwa noma aMamoondo njengoba abanye bethu behla besho.  Isizwe saMatolo siphuma kwesakwaDlamini eSwazini. Ezinye izizwe eziphuma kwesakwaDlamini esakwaNgcolosi(Bhengu) ,Mhlon... qhubeka ufunde »

Modise

AbakwaModise Isibongo sakwaModise saqambeka ngoModise indodana ka Kata ka Sefiri (Marikgwe) ka Ntsikwe ka Mare(Patsa) kaTlopo. Lesi sizwe sakwaModise singabaFokeng bakaPatsa.Phela abaFokeng bahlukaniswe kabili, kukhona abakaPatsa kanye nabakaMmutla. Indabuko yabeSuthu iyefana neyabeNguni,  isenhlan... qhubeka ufunde »

Masuku

AbakwaMasuku Abantu bakwaMasuku kusengabantu bakwaNdwandwe. Abantu bakwaNdwandwe badabuka ngasezintabeni amaGudu.Lezi yizintatshana ezengamele umfula uPhongolo.Ngakho-ke kusashiwo uma kukhulekwa kwaNdwandwe,kwaNxumalo kumbe kwaMasuku kuthiwe ”Ndwandwe waseGudu”noma kuthiwe nina base̵... qhubeka ufunde »

Mphuthi/Hlanyane

AbakwaHlanyane /Mphuthi Abantu bakwa Hlanyane bangabaNguni baseMbo ngokwendabuko ize namuhla sibathola sebekhuluma ulimi lwesiSuthu. Laba bantu ngesikhathi soMfecane (sezimpi zaseMazansi neAfrika ezaqalwa amakhosi afana nawoDingiswayo, oPhungashe,oHinsa , oZwide, oMacingwane, oMjokwane namanye. Inhl... qhubeka ufunde »

Mabunda/Maswangayi

AbakwaMabunda.  Isibongo sakwaMabunda savela ngoMabunda wakwaMazibuko owayeluqhamukise ngaseSt Lucia Bay lapho isizwe sakwaMazibuko sasizinze khona ngaleso sikhathi. Abantu bakwaMazibuko baphuma kuMangweni ingakho bebuye baziwe ngokuthi bangabantu baseMangweni noma bangaMangwe. Bakanye nabakwaZ... qhubeka ufunde »

Mabaso

AbakwaMABASO!! UBUKHOSI BAKWAMABASO!! MMUSI MMUSI II NDABEZITHA I MBULAZI MNTUNGWA MABASO MANGETHE MTHIYANE NDABA II VEZI LAMULA NYATHI NKATHAZO DENJANE HWANQA FAKU NGUBHANE MZAKAZA PENI MTHUKU’THELI MPHILI VIMBA SIPHO IZITHAKAZELO ZAKWAMABASO NDABEZITHA WENA WENDLOVU! MNTUNGWA, WENAKAMBULAZI ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!