Incazelo ngomuthi uMsilawengwe\iMfuzane \Kerrieblom\Gnidia capitata\Setele\Kgosi ya ditlhare: Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibala izinyembezi! UMudli wenguyazana eyedwa kwaNolele! UMagwaza ayiqhube ayise eKhayakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »
Incazelo ngentelezi uMvuthuza\Cathederal bells\Never die\ Leaf of life. Nina bakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! #NguVezi lowo! Enh... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMyezane womfula (uNongameliziziba,Willow tree) Nina bakaSigquma khuluma bakuzw’umoya abasezitheni nabasemakhaya.INdudumo yakithi eMgungundlovu uMashikizela ashiye impi yakhe.UVezi kofa abantu kuyosala izibongo yizona eziyosala zibadabula,yizona eziyosala zibalilela emanxiweni.Enhla nas... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMwelela kweliphesheya (Tulbaghia ludwigiana) Nina bakaSingquma kakhulumi kanamlomo ,akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo ,lona olwaqed’umuzi ngokunkenkeza!UVezi kofa abantu kosala izibongo izona ezosala zibadabula izona ezosala zibalilela emanxiweni.Ngethemba basaphila abe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngaMasimba eNhlwathi Nina bakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu, uTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! Enhla nasezansi ngiyabingelela yonke iNgabade , ngethemba isaphila. Yini iNhlwathi ? INhlwathi n... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoVimbukhalo \Ipomoea crassipe Hook\Wildpatata\Seletjane -se-setona Nina bakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! UNomakhwelo iNgonyama uHlanya olusemehlweni amadoda! Ngiyayibingelela iNgabade enhla n... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoGagane\ Sekelbos\ Sickle Bush\Keye: Nina bakaKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni , ngeyawo Ndlela ka Sompisi , ngeyawo Dambuza ka Ntombela !UMakhalimakhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , kuwo wonke amag... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMgxamu\Weeping boer bean\Schotia brachypetala \Molope Nina bakaSimayedwa njengelanga lon alimi lodwa eZulwini, uKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni , ngeyawoNdlela ka Sompisi, ngeyawo Dambuza ka Ntombela ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , kuzo zonke izindaw... qhubeka ufunde »
Nina abakaMudli wenguyazana eyedwa kwaNolele! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose ! Ngiyayibingelela iNgabade enhla nasezansi , ngethemba ukuthi basaphila abeSilo. Lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa wuMnungumabele ngesi... qhubeka ufunde »
Isende lenja \Cucumis africanus\uMathangazana\Monyaka\African Cucumis\African cucumber Nina abeMbube eshoba liyisilikithi uHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade. Ngethemba isaphila. Cha , thina sisaphila kwaKhumalo .Isende le... qhubeka ufunde »