Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Incazelo ngoVendle( Pelargonium luridum ,Starburst  Pelargonium)

  Nina abeSilo esiMaduna sakokaTshana esikhangele abantu baduka noLwandle! Nanamuhla lokhu basadukile! UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi! #ISilo uCetshwayo ka Mpande leso , iMbube eshoba liyisilikithi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , nge... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeKhakhasi

Nina aboGasane lukaNdaba olugasele uPhungashe wakwaButhelezi lwagasela uSondaba woMthanda ehlezi eBandla! UNgelengele akalingani nantaba ,ngoba umkhulu kakhulu , ungangezwelakhe, ungangoMpehlela noMaqhwakazi! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila a... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoDlulabehlezi( Begonia dregei )

Nina abakaSimayedwa onjengeLanga lona limi lodwa eZulwini! ISikhukhulane sika Ndaba esikhukhule oMame sabatshatha saye sayobalahla ezinkwazini zoThukela! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! UTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihl... qhubeka ufunde »

USehlulamanye (Pterocelastrus echinatus, White Candlewood

Nina abeNdlovu yakoDelwase abayihlabe ngeNjongolo bayibangela amanxeba okuluphala! USongobese wamakhanda inkomo yanganene , izothengana nayiphi na eNenekazi? Izothengana noMbangambi woVuma eMashobeni! #ISilo saBathethwa leso iSilo uDingiswayo ka Jobe iMpunzi evuke nimkhonto. Enhla nasezansi ngiyayib... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoLozilina umuthi woGazi(Cinnamomum camphora)

Nina abaka Menzi akabongwa ngaBalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini , iNtethe egolwe nganti zamkhonto kithi kwaMalandela! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabande, ngethemba basaphila abeSilo kungumhla wamashumi amathathu kuNhlangulana onyakeni ka 2023, siyigoqa inyanga ka Juni. Cha, t... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeDangabane (Commelina africana)

Nina abakaMaf’avuke njengeDangabane iMpunzi evuke noMkhonto! INdlovu yakoDelwase abayihlabe ngeNjongolo bayibangela amanxeba okuluphala! USongobese wamakhanda inkomo yanganene iyothengena nayiphi na eNenekazi? Iyothengana noMbangambi woVuma eMashobeni! #iSilo sabaThethwa leso iSilo uDingiswayo ka ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoNdabingehlele (Basella paniculata)

Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala , iGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! UGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #iSilo uShaka leso!  Enhla naseza... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMfusamvu(uMkhwenkwe,Pittosporum viriflorum< Cheesewood)

Nina abakaMkhwamude owangisika isilevu uSungulo olude lwangithunga impumulo! UNdiha le babayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo . Cha sisaphila thina eMantungweni , ngisaxakwe yilesi Sinyemfu somfazi esintshontsha... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeWozawoza (Cymbopogon citratus)

Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobizeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! INdudumo yakithi eMgungundlovu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo kuzo zonke izindawo lapho benkanise khona . Cha ,... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNsulansula(uMadwaleni, Eriospermum mackenii)

  Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! UKlebe engimbone ukwehla kweziMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungumhla wamashumi amabili nambili kuN... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!