ISidikili(Gnidia cuneata) Nina abakaNomakhwelo iNgonyama uhlanya olisemehlweni amadoda! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! UGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! Enhla nasezansi ngiyayibingele... qhubeka ufunde »
Nina abakaMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu. Nina beSilo lo muthi eniwubona ngakwesokunxele kuthiwa yiLabatheka igama lawo . Lona ongakwesokudla yiNkomfe. ILabatheka neNkomfe imithi emibili ... qhubeka ufunde »
Nina bakaThambekeka wena owaliwayo Thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi! UGuqabadele iNhlambasoka! USinakanaka sezincwadi ebezibhalwa nguMalimade kwabamhlophe abeLungu! Nina beSilo ngethemba kusaphileka kuzo zonke izindawo lapho ninkanise khona. Cha , thina sisaphila kwaSokhumalo . ... qhubeka ufunde »
Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliZulu eliphezulu kuzo zonke izindawo la... qhubeka ufunde »
Nina abakaNkomo zabantu zineNkelenkele zikhungela iziNgobe eMashobeni! USongobese wamakhanda inkomo yanganene izothengana nayiphi na eNenekazi izothengana noMbangambi woVuma eMashobeni! UNdlukula zamaNtungwa zimukile! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina ... qhubeka ufunde »
Nina abakaZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu, uFulathela uBombo lwabhidlika, uNtaba zimbili zakhalene zentula ngisho ukuxhawulana, iNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kungu mhla wesine kuNhlangulana (Juni) onyakeni ka 2023 . Ngethemba nisaphila... qhubeka ufunde »
Nina abakaGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbul’amaGawu abebesi! UNomakhwelo iNgonyama uHlanya olusemehlweni amadoda! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijeyeze abasini bengoma! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungumhla weshumi nanye kuNhlangulana (Juni) onyakeni ka 2023 . ... qhubeka ufunde »
Nina abakaGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija likaMdlaka ligwegwe  lijiyeze abasini bengoma! Ngiyababingelela abeSilo kungumhla weshu... qhubeka ufunde »
UMpheme.. Nina abakaNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphatha iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane! UMudli weNgunyazana eyedwa kwaNolele ! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! Nina beSilo nawo-ke uMpheme . NgesiLungu uMpheme ubizwa ngokuthi iCape Fox, noma iBat Eared Fox. UMphem... qhubeka ufunde »
USelepe obomvu. Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni , ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba , yiwona oyongilamulela! UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi emaPhethelweni! Nina beSilo nawo-ke uSelepe obomvu inkunzimakanga yeNtelezi engena ezintelezi zokuchupha ikhaya. Lapho kukhona uSelep... qhubeka ufunde »