Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Incazelo ngoMkhanyakude (Vachellia xanthophloea)

UMkhanyakude \UMhlosinga\Vachellia xanthophloea\ Koorsboom\Mooka -kwena\Nkelenga\Munzhelenga. Nina abakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya . Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade . Nawo-ke uMkhanyakude nina beSilo . Lona wumuthi othandwa kakhulu uMphezulu nina beMbube , ng... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNhlanhlemhlophe

Incazelo ngeNhlanhlemhlophe Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengeMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! USingqumba khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya!  Enhla nasez... qhubeka ufunde »

Incazelo ngokuphupha iMvu emhlophe .

Incazelo ngokuphupha iMvu emhlophe . Nina beSilo sakithi kwaNodwengu kwaNodwengu uSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu. Ngiyababingela bonke abeMbube eshoba liyisilikithi , ngethemba basaphila abeNkosi. Nina beSilo le silwane enisibona esithombeni kuthiwa yiMvu ngesiZul... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMayime (Clivia miniata, Boslelie,Bush lily)

  Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu, uKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeMbube . Cha , thina sisaphila... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeGcukuma (Ikhambi lamabulawo,uMgongozi, Carpobrotus eduils)

  Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!! USela lintongande lawoBalaka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungu m... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMathithibala (Haworthiopsis)

    Incazelo ngoMathithibala Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni , uMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! USobathintele wakithi eMgungundlovu , uVezi umoya mnandi ngokunuk’inyama.UFipha luyiNdlovu enaman... qhubeka ufunde »

Incazelo ngokubaluleka kokuphalaza:

  Ziningi  izizathu zokuphalaza , kulezo zizathu singabala ukuletha inhlanhla,ukuxosha omoya ababi /amaphupho amabi, ukwakha ugazi,ukwelapha, kanye nokuthi izinsizwa ihlale iphile qingqo nje inguMqemane. Abantu bakudala ikakhulukazi abakwaZulu babephila ngakho ukuphalaza ingakho babengaphathwa... qhubeka ufunde »

Izincazelo zamaphupho, awenhlanhla nawebhadi

Amaphupho enhlanhla :- Njengawo wonke amaphupho kukhona angadingi incazelo uma uliphuphile kodwa kukhona lawo adinga ukuthi ucaciselwe ukuthi lisho ukuthini. Uma siqoqa lezindaba siyaqinisekisa ukuthi sibuza abantu abahlukene ngesihloko esibhala ngaso ukuze sibone ukuthi imibono yabo iyafana noma ih... qhubeka ufunde »

Izincazelo zamaphupho

  *Uma kuzohamba umuntu emhlabeni kubakhona izimpawu ezishoyo ukuthi kukhona okuzokwenzeka. Kunamaphupho akuvezayo ukuthi kunomuntu ozohamba emhlabeni. Omunye abe nenhlanhla ngisho nokumbona umuntu lowo ozohamba emhlabeni. Ukufa yinto engeke siyivimbele ukuthi ingenzeki. Kweminye imindeni bakhi... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMathunga (Eucomus autumnalis)

    Incazelo ngoMathunga  (Eucomus autumnalis) Nina abeSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu , uZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungumhla wamashumi amathathu nanye kuNhlaba, siyigoqa namuhla inyang... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!