AbakwaSokhulu Abantu bakwaSokhulu babakhelane nabakwaKhumalo ngaseMfolozi emyama. Bathi indoda yakwaSokhulu yayishiya indawo yakubo yalibhekisa ngasolwandle lapho kwakwakhe khona isizwe sakwaMthethwa siphethwe inkosi yaso uKhayi kaXaba. Le ndoda igama layo kwakunguDlabela kaSikhangane kaNoxoko ... qhubeka ufunde »
AbakwaNtshangase .……………………..Abantu bakwaNtshangase kanye nabakwaBiyela bavela emzini wenkosi uNdaba indodana kaMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaGumede. BangaMantungwa Nguni, njengabo abantu bakwaZulu(isibongo). UNdaba wayenemizi yakhe em... qhubeka ufunde »
AbakwaNyawo!! Abantu bakwaNyawo bangamaNtungwa Nguni, akubona abeSwazi . Okwenza ukuthi abantu bakwaNyawo kube sengathi bangabeSwazi ukuba basuke bayokwakha emngceleni wabeSwazi lena ngakwaHlathikhulu lapho kugcwele amathuna amakhosi akhona. Indawo lapho kutholakala khona abantu bakwaNyawo kusuka ph... qhubeka ufunde »
AbakwaMsomi!!!(Noma ngithi abantu baseMasomini) nabakwaMeyiwa …………………………………………………………………… Abantu baseMasomini kuthiwa babengabantu noma ngithi ba... qhubeka ufunde »
AbakwaMbonambi ! …………………………………… Abantu bakwaMbonambi batholakala phakathi kwesizwe sakwaMthethwa kanye noLwandle. Bagcwele kuyo yonke le ndawo ebizwa ngokuthi manje kukwaMbonambi. Ukudabuka kwabantu bakwaMbonambi kuy... qhubeka ufunde »
Abantu bakwa Mbatha Abantu bakwaMbatha bazalwa uMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane laMnguni kaGumede. UMageba yena wazala uMpangazitha[endlini encane] owazala uNdaba. Abantu baseMambatheni babethophana ngokuthi Ndaba kaMpangazitha, Ndaba kaZitha. Kwase kuvela isithakazelo sabo esithi ‘N... qhubeka ufunde »
AbakwaNgobese ! ………………………………………………………………… Abantu bakwaNgobese sibathola laphaya eduze kweNhlazatshe egqunyaneni elibizwa ngokuthi kuseNtabantuzuma. Ku... qhubeka ufunde »
AbakwaGumede kaManukuza(waseButhonga)!………………………………………………………………. Abantu baseButhonga bangena eNatali beqhamuka ngaseNyakatho Mpumalanga yeNatali. Phela babil... qhubeka ufunde »
AbakwaTembe ! ………………………………………………………….. Abantu bakwaTembe badabuka phakathi nezwe laseMuzambikwe(Central Mozambique). Imvelaphi yabo impela isenkabeni yezwekazi laseAfri... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaMagwaza bavela kwaMhlongo.! Ngesikhathi sikaMakhendana kwadaleka imbedumehlwana esizweni saseLangeni. Kwakukhona indlu encane yaseLangeni kaQumbumbethe[Mabhulubhense] kaLugoloza . Kule ndlu kwakukhona indodakazi kaMazwana, yathathwa nguMakhendana wayenza uNkosikazi lokhu okwakungavumelek... qhubeka ufunde »