Mbokane Gama Mdluli Phalala Mpembe Mthulela Ngcangcanana Wena owathunda egumeni kwa Mngomezulu UMngomezulu wayothunda azaleni Mzozwana Wena ka Matshana Mlangeni Mlotswa Mkholwa…
Hlalele Abantu bakwaHlalele bangabaTswana abangabaTaung . Phela abaTswana nabo nahlukaniswe izigatshana njengabaNguni. Laba bantu babaTaung baxhumene kakhulu nabantu bakwaSibanda eZimbabwe . AbakwaSibanda bayingxenye yabaTau abathunjwa yinkosi uMzilikazi kubaTaung ngesikhathi abaTau bebuswa yinkosi ... qhubeka ufunde »
Mdluli Nyoka Sikhangisa Nzimande Mhlanti wendl`enkulu , Mavovo emvula, Nyoni leyasindvwa sisila kusuka, Mdluli weNdlovukazi, Nabonkosi, Wena lowatheng`emanga ngesithole lesijoli ngembala esikhaleni sabhodwe
Hlanguza Magoda, Vezi Mzila Mahlobo Qashi Wena kaSodidi Wena kaMqedangala kwezika Nonda Nina enigula ningazibiki ndawo Abanye bezibika ebantwini Nina bakwaNkomo aziphuzi ubusika nehlobo, Nina bakwaNhlun’emhlophe Ingaba bomvu eyomlandokazi Nina baka Nxanxashi umlomo kawudli uswele abadlayo Inga... qhubeka ufunde »
Mashoba! Vezi ngokuvez’ amanzi! Wena owaphuma’ esiqwini somganu kwaphuz’ abafo nabafokazane! Ntumbese kaPhothela! Nina besandla esibuyekeyekana! Skhuba abandi abathekeli! Nina eningathekeli nto yamuntu! Nkomo kazephusi zisengwa ubusika nehlobo! Mgidi kaNgonyama Wena ntaba emil̵... qhubeka ufunde »
Gatsheni, Boya benyathi, obusonga busombuluka. Mpongo kaZingelwayo. Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya,ngokweswel’abelusi, Zaze zeluswa intombi uDemezane, Nina bakwaKhumbul’amagwala, Nina bakwaDemezane Ntombazane, Nina bakwaS’hlangu sihle, Mthiyane! Ngokuthiy’amadoda emazibukweni, Nina bakwaMdubu... qhubeka ufunde »
Gegana Bulembu Mthinti wamahashi Intomb’ethombela emlenzeni ezinye zithombela emfuleni Ndebele/Tebele Musi ka Mhlanga Mthombeni ogega ngomlambo Makhandane Mbizeli Mbokwane Ndlovu. Labo oNdlovu abatholakala eZimbabwe , abahlobene noNdlovu oGatsheni . Umlando walaba bantu uxhumene kakhulu... qhubeka ufunde »
Ntshangase, Mgazi, Menziwa, Njezi ka Xhoko! Ndabezitha! Mvundlane wasoKhabeni, Mbeng’osinda abosi,..
Mningi Sohlaza Mthiyane ngokuthiya amadoda Mqedi Wena waseMandlanzini Mphangwa
Mtolo Zulu Mfingo Dlangamandla Mchenge Mabhanekazi Gasa Mvula Mnisi wemvula Oonkuni azithezwa Ngwenya-Nkomo-Nkulu Fakudze Photholozi Zithezwa ziinkosazane kuphela Amagxuma/ Amajuba ntlasi angokhelwa mlilo OoMfula awuwelwa/ooMkhomazi awuwelwa Uwelwa ziiNkonjane kuphela Zona ezimaphikwamade Zibhahbela... qhubeka ufunde »