Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Macozoma

Khumalo Macozoma Mntungwa Langa Dibandlela Tshangana Matyele zandleni kuba esongqena ukuboleka into zabantu Nto zabaleka nenkomo zikashaka Mdletye ka Langa Sechaba Noyila Mntungwa kaMbulazi Nina enadla izimfe zimbili kwaphuma khambi linye Ndabezitha Bantwana beNkosi Tshangana Phukwana Sijemlana Nina... qhubeka ufunde »

Nsindane

Mbhense Owabhensa eSihlanjeni Nyathi emnyama kaNomandla Nomandla Nozulu Nsindane osinda ngobethole Mbhense Owabhensela esandleni soMutha

Nyawuza

Faku Ngqungqushe Nyawuza Thahle ka Ndayeni Chitwayo Bhala Gangatha Ciya Cabe Ncidisa Msiza Tobe Ziqelekazi Hlambangobubende Santsabe Muthwa Sithula Mpondo Njanya Sibiside..

Tunzi

Ndaba Bhadela Mntungwa Nonunu Tshibase Mntungwa ka Mbulazi Ndabezitha Nongila Nomangcangca! Iintomb’ezintle namadod’azo Abant’abakrelekrele Nina baNoyanda ka Ndaba Osesithombeni nguZozibini Tunzi ophethe iNdondo kaNobuhle waseMhlabeni wonke jikelele ( Miss World)

Ndaba Bhadela

Laba bantu bakwaNdaba Bhadela batholakala kwaXhosa . Indabuko yabo ikubantu baseMantungweni oMabaso noKhumalo. Laba bantu bakwaNdaba Bhadela abahlobene nabakwaNdaba abatholakala KwaZulu. Eqinisweni isibongo sakwaNdaba sihlukene kaningana , kukhona oNdaba abangoMthiyane , kukhona oNdaba Ligode , kukh... qhubeka ufunde »

Sibanda

Sibanda (Sebata) Esathi ngokweswela amabala Sayobikwa eNkkosini INkkosi yathi le yiNgonyama Ayayekwe ingenabala Sibanda esadla safohloza Sathi okusele sagxoba gxoba phansi UMhlathi ongehlulwa thambo Maqhoba Vodloza Dawu Duna(Tau tuna)  Mdawini Laba bantu bakwaSibanda bande kakhulu eZimbabwe kwaBula... qhubeka ufunde »

Mafukela

Ndinisa Mafukela Mzomba Msibekeli Wena owasibekela inkosi ngothuli Amazomba ayakhethana maseyebandla Kwasukama uDludlu kwahlala uNkalakatha Intuthwane encane ngokubhala amadoda IBheje elibovu lakoThuliswayo Mlaba Mbhobho ka Bikwayo Mazalankosi azala uDlambula azala uLubelo Ndlela zinomswani njengeze... qhubeka ufunde »

Ndinisa

Ndinisa Mafukela Mzomba Msibekeli Wena owasibekela inkosi ngothuli Amazomba ayakhethana maseyebandla Kwasukama uDludlu kwahlala uNkalakatha Intuthwane encane ngokubhala amadoda IBheje elibovu lakoThuliswayo Mlaba Mbhobho ka Bikwayo Mazalankosi azala uDlambula azala uLubelo Ndlela zinomswani njengeze... qhubeka ufunde »

Ngonyama

  Ndlovu Gatsheni Boyabenyathi Buyasonga buyasombuluka Ntshozini MaBhaca amahle Mthiyane ngokuthiya amadoda emazibukweni Nina bakwaDemezane iNtombazane Nina bakaMpongo kaZingelwayo Ndlovu zidl’ekhaya ngokweswela abelusi

Sibeko

Maziya Mcusi Gembe Mkhabela Wena owakhabela amakhosi amaningi Wena owadla isigungu wangayibikela inkosi Wabikela uMshengu wakwaShabalala Wathi izinyawo zenkosi zonakele! Kanti zoniwe insinde yakwaLidakana Wena wakwaMshoshoba imfe engadliwa zinyoni Wena kaMaliwa owaliwa ngabezizwe Mcusi omhlophe izan... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!