Mathebula
Mkholo lonsundu netinyawo takhe
Nezabomashadadane
Ntaba kay’khonjwa
Wayikhomba uyibangela umzane
Malunga aphelile
Akuganyulelwana
Wena owavimbela uMavimbela entabeni
Cotha
Ngwenyama
Nguboyengwe yesilwane
wena oshoba liyisilikithi
Wena ongaweli ngejubuko
Owela ngesihlanga somfula
Lona osesithombeni nguDavid Mathebula umdlali webhola. Abantu bakwaMathebula bangabaLozwi ngokwendabuko. Bangabalozi bohlobo lwabaNyayi . Baxhumene kakhulu nabakwaMoyo , nabakwaBaloyi, Makaringe nabanye. Laba bantu bayatholakala kubaTsonga , bayatholakala kubeSwazi kanye namaNdebele .