Umlando ngenkosi uZihlandlo ka Gcwabe yakithi eSimahleni Kuloba uMntwana uMncedisi ka Mavovo Mkhize INkosi uZihlandlo kaGcwabe Lecture summary INkosi yoSelwa uZihlandlo kaGcwabe wabe engumngani omkhulu weNkosi uShaka koSenzangakhona.INkosi yabe izalwa ebukhosini baseMbo izalwa iNkosi uGcwab... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaMvelase bayindlu encane yaBaThembu , ngesikhathi sokubusa kwenkosi uShaka lendlu yaBaThembu yayibuswa yinkosi yayo uNgoza ka Mkhubukeli ka Gazi , eyayakhe umuzi wayo waseMlamlankunzi eQhudeni,eNkandla. Kunomlando othi isibongo sakwaMvelase sakheka ngesenzo sokufakwa kwengane yomfana ... qhubeka ufunde »
Umlando ngoNqoboka Sokhulu Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo: UNqoboka ka Langa wakwaSokhulu, wayengenye yezinsizwa ezasisondelene kakhulu neSilo uShaka,iLembe. Nguyena owayebusa abantu bakwaSokhulu ngesikhathi sokubusa kweSilo uShaka. Abantu bakwaSokhulu sibathola namuhla bakhe endaweni ebizwa ... qhubeka ufunde »
Umlando ngoSoshangane Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo: USoshangane ka Zikode wakwaNxumalo, wayengenye yezinsizwa ezazakhela igama ngesikhathi soMfecane-okuyizimpi ezadlanga kakhulu ngeminyaka yama-1800. Abantu bakwaNxumalo bayikhohlo lakwaNdwandwe , endulo sibathola bakhe ngaseTshaneni, enya... qhubeka ufunde »
UHLA LWAMABUTHO ABESIFAZANE: Endulo izintombi nazo zazibuthwa , zibuthelwe ebuthweni thizeni, ziphuma izimpi futhi zifike zihlabane kakhulu ,zethweswe iminyezane njengezinsizwa. Ake sibheke AMABUTHO ABESIFAZANE abuthwa ngamakhosi asendulo #Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo! ÀMABUTHO ENKOSI UDIN... qhubeka ufunde »
Umlando ngoPhrofethi uShembe Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo. Abantu bakwaShembe ngabaNtungwa bakwaDonsa. Endulo sibathola bakhe ngasezintabeni zakwaCeza, umuntu owayedume kakhulu ngaleso sikhathi nguMzazela ka Sokhabuzela ka Nyathikazi. UMzazela waphila iLembe (iSilo uShaka) lingazihlanginisi... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi. Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo Inkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi yabe inguNdunankulu kaZulu ngesikhathi sokubusa kweSilo uCetshwayo, yayibuye ibuse nesizwe samaShenge eMahlabathini. Yayizalwa yinkosi uNgqengelele ka Mvulana eyabe ... qhubeka ufunde »
Uhla lwamabutho eziNgonyama zakwaZulu: Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo. Nina beMbube nantu uhla lwamabutho abuthwa iziNgonyama ,zakwaZulu. Kukhona amagama amabutho ayelokhu ephindaphindeka . Isibonelo uDlambedlu. Lelo yibutho elabuthwa yiSilo uDingane ngo 1828, kanti neSilo uMpande sabu... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMasiphula ka Mamba Ntshangase UMasiphula ka Mamba wakwaNtshangase wayeyiqhawe leziNgonyama oDingane noMpande. Wabuthwa yiSilo uDingane simbuthela ebuthweni loMkhulutshane okuyibutho okwakukhona kulo inkosi uSigananda ka Zokufa Shezi nenkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi. Ngesikhathi ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngokuzalwa wembethe : Esizweni sakwaNtu kunesimo lapho ingane izalwe igaxile. Kungaba eyakwaZulu, kwaXhosa, kwaNdebele kwaMthwakazi noma kwaNgwane. Le ngane izalwa yembethe into esamhlwehlwe enamafutha, leyo ngane iyingane yenhlanhla. Le ngane iyigugu labaphansi. Le ngane idinga nje ... qhubeka ufunde »