Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethema basaphila abeSilo. Cha, thina sisaphila eMantungweni . Nina beSilo ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMbokwane (Electric eel) Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayiwa ukulila.UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade.Ngethemba nisaphila nina beS... qhubeka ufunde »
Nina beSilo sakithi oSuthu uMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! #ISilo sakithi oSuthu leso, iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade. Ngethemba nisaphila. Cha, thina sisaphila eM... qhubeka ufunde »
Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! #ISilo uMdlokombane leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke indawo , ngethemba nisaphila nina beSilo . Cha, thina sisaphila eMantungweni. UMadolwana Nina beSilo le Nduku... qhubeka ufunde »
Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya!#ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba nisaphila ... qhubeka ufunde »
Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphisa bakhumbule amaGawu abebesi! UKlebe engibone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala. UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya!#ISilo uShaka leso ! Ngethemba bsaphila abeZulu eliphezulu. Nina beSilo le Nduku eniyibonayo k... qhubeka ufunde »
Nina abakaZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana! #ISilo uMdlokombane leso. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade ngathemba basaphila abeSilo. Cha, thina sisaphila eMantungweni *UMkhwinini* Nina beSilo le Nduku eniyibonayo iNduku cish... qhubeka ufunde »
Nina abakaKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela! UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazana! #ISilo uMpande leso, iSilo sakithi kwaNodwengu. Nina beSilo lesi silwane enisibonay... qhubeka ufunde »
Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba! UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni! #Inkosi uMalandela leyo , inkosi yakithi kwaNkomonye. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade ,ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha, thina sisaphila eM... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoBangalala ( Eriosema distinctum) Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyemeba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka iSihlahla soMdlebe. ISilo uShaka leso,iSilo sakithi KwaDukuza. Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeSilo.Cha, thina sisaphila eMantu... qhubeka ufunde »