Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Incazelo ngoMhlapho weHhashi

Incazelo ngoMhlapho weHhashi Nina abakaMandasithebeni lo onjengeNsonyama,uTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane.USimayedwa njengeLanga lona limi lodwa eZulwini.ISilo uMpande leso,iSilo sakithi kwaNodwengu.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSi... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNsindabathakathi (INsinda)

Nina abakaMenzi kabongwa ngaBalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini! USingqila nganhloko kuzonde intambo nyakawumbe kuyozonda isibili!! ## Enhla nasezansi ngiyababingelela abeZulu eliphezulu , ngethemba basaphila abeSilo . Cha , sisaphila thina kwaSokhumalo . ***Nina beSilo le Nduku ibizwa ngeNs... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNdabulavalo eyiGxolo

Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya , uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USimayedwa njengeLanga lona limi lodwa emaZulwini! #ISilo uMpande leso , iSilo sakithi kwaNodwengu. Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo, ngethemba basaphila. Sisaphila thina kwaS... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSithende seZulu (INdabulavalo eyitshe)

Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Isela lintongande lawo Baleka elithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! UQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyofa uMdlebe kwaSoshangane!#ISilo uDingane leso, iSilo sakithi eMgungundlovu. ISithende seZulu (INdabul... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoSondela (uSondelangange)

Nina abaka Zulu liyazayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela !! IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! Inkomo eyakhala eMthonanjeni izizwe zonke zayizwa ukulila!!#ISilo sakithi kwaDukuza leso ,iSilo uShaka ka Senzangakhona….Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgab... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSithwalambiza (The Praying Mantis)

Incazelo ngeSithwalambiza Enhla nasezansi ngiyababingelela abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela !IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma .ISilo sakithi KwaDukuza leso, iSilo uShaka ka Senzangakhona . ISithwalambiza Nina beSilo lesi silwanyana enisibonayo s... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoBhubhubhu  (Helinus integrifolius)

Nina abeMbube eshoba liyisilikithi , iGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde , kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela !! UKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu!! #Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeSilo, sisaphila thina eMantungw... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMfinyezi  (Pill bug \Roly poly)

Nina abakaNgelengele kalingani nantaba ngoba mkhulu ungangeZwe lakhe! UngangoMphehlela noMaqhwakazi !! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijyeze abasini beNgoma! INgqayingqayi ka Phunga noMageba engiyibuke ngaze ngayojwayela! #ISilo sakithi KwaDukuza leso, iSilo uShaka ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ng... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNyengelezi  (African striped Weasel)

Nina abeNkonyane ka Ndaba eyakhula beyizonda njengesiXhumu seNyamazane, uTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! UMandasithebeni lo onjengeNsonyama! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso, iSilo uMpande ka Senzangakhona. Enhla nasezansi ngethemba basap... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoChakide

Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha  liyawugalela ngawo eMankenganeni! UMkhwamude owangisika isilevu , uSungulo olude lwangithunga impumulo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo kuwumhla wamashumi amabuli nane kuNdasa onyakeni ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!