Nina abakaMakhalima akhande njengezulu lona limakhalima limandindizela! USomnandi ka Ndaba woza ngoza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Nina abeSilo ngiyanibingelela enhla nasezansi , ngethemba isaphila yonke iNgabade. Cha, sisaphila thina eMantungweni. Lo muthi eniwu... qhubeka ufunde »
Nina abakaZiyanhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! UQasa lukaWasa inkomo esengwa yiViyo ! INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu !##iSilo uMdlokombane leso, iSilo sakithi eNaleni. Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo , ngethemba basaphila . Nina beSilo ake sibheke iMvu .IMvu yisilwane esifuywa ekh... qhubeka ufunde »
Nina abeGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma. Ngiyayibingelela iNgabade enhla nasezansi. Nanso-ke iSigqiki soMkhovu nina beSilo. Lesi isihlahla esitshalwa esangweni lekhaya ,ikakhulukazi ezindaweni zasemakhaya. Sitshalwa yizo zonke izinhlanga, ngisho nabeLungu imbala. Sitshalelwa izi... qhubeka ufunde »
Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo , uMashikizela ashiye impi yakhe ! UVemvane lukaPhunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiluthinta luyahwaqabala , lunjengoPhunga waseBulawini , lunjengoVumakubangoma!!#ISilo uDingane leso , iSilo sakithi eMgungundlo... qhubeka ufunde »
Nina bakaNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana! Nina bakaZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! INkwazi ka Ndaba emaphiko amhlophe! INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! Enhla nasezansi ngiyababingelela nina abeZulu eliphezulu. Nanso-ke isithombe somuthi uMvongothi. Ubuye ubizwe ngoM... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeSifumbathi(Rose of Jericho) Nina abakaVezi kofa abantu kosala izibongo izona ezosala zibadabula,izona ezosala zibalila emanxiweni.IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda.Inkomo eyabuya yodwa kwaS... qhubeka ufunde »
Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! UMagwaza ayiqhume ayise eKhakonina kwaSothondose! UNgalo zimqingo ngoba ziyakwazi ukuphatha isibhamu zinjengazabeSuthu bakoFebane! UMudli eNguyazane eyedwa kwaNolele! #Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo ngethemba basaphila.... qhubeka ufunde »
Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! UMashikizela ashiye impi yakhe! UQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane! IHwanqa eladla amanye amaHwanqa ngoba ladla uPiti kwabaseMgungundlovu!! … #ISilo uDingane leso, iSilo sakithi eMgungundlovu..*... qhubeka ufunde »
Nina abakaMashikezela ashiye impi yakhe .Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngeMikhemezelo! #ISilo uDingane leso, iSilo sakithi eMgungundlovu . Enhla nasezansi ngethemba baphila abeZulu eliphezulu. Sisaphila thina kwaSokhumalo. Nina... qhubeka ufunde »
Nina abeSela lintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni!! Vezi kofa abantu kosala izibongo izona ezosala zibadabula , izona ezosala zibalilela amanxiweni! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!! …..Enhla nasezansi ngiyababingelela ab... qhubeka ufunde »