Abantu bakwaSibanda esibathola namuhla benzinze kwaBulawayo ezweni laseZimbabwe bangaBeTswana abangaBaTau. ABaTau baphuma kubeTswana abangaBaHurutse. UKhokho wabantu bakwaSibanda nguSanyana kaMoledi /Moleli kaMotebele kaMohurutse (okwaqanjwa ngaye isizwe saBaHurutse) kaMalope (Mmusi) kaMasilo wokuqa... qhubeka ufunde »
Usazofakwa umlando wakwaMaseko
‎AbakwaLushaba Abantu bakwaLushaba kusengabantu bakwaNdlovu. Laba bantu bakanye nabantu nabakwaThethwayo. Ukhokho wabo nguMatsimane owayedabuke kwelaBesuthu eminyakeni yama 1500 wazinza endaweni yasOFafa ngaseXobho. Kwathi ngesikhathi senkosi uSenzangakhona abantu bakaMatsimane baphinde bafuduka b... qhubeka ufunde »
AbakwaKhanyi /Khanye Muna Msuthu Mwelase Ntshumane Fusi Sodoyi Makhubalo Fudu Abantu bakwaKhanyi imvelaphi yabo isebaSuthwini.Ngeminyaka yama 1700 laba bantu bakwaKhayi babakhe endaweni osekuseFilidi khona namuhla bakhelene nabahlobo babo oMazibuko. Isilwane esihlonishwayo kwaKhanyi yiNk... qhubeka ufunde »
AbakwaNkomo Nina bakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela-uDunjwa yedwa limkhandanisile! #nguShaka lowo Nina be’Ndlovu enebatha kubelungu abamhlophe eyakithi kwaKhethomthandayo ‘‎ ake ngiphose nje itshanyana elingatheni esivivaneni ngomlando w... qhubeka ufunde »
AbakwaMkandla Mkandla(Mogatla) Pilane Malinga ‎Khabo (Kgabo) (Inkawu) Pitamlipe Nay‎isane Mabhedla Bakhiwe Abantu bakwaMkandla batholakala ezweni laseZimbabwe esifundeni sakwaBulawayo. Laba bantu bakwaMkandla bangabeSuthu ngokwendabuko,bakanye nabantu bakwaPilane, Mogatla kanye naba... qhubeka ufunde »
Kubhala u-Arnold Mayibongwe Nkala Izithakazelo zakwaMlilo: AmaThong’amahle AmaThong’amnyama avus’abafileyo AbakoGasa bayayivuma lendaba Singwazi Ilindamkhonto Mabasa/Mabaso Matshisa Tshawuke Bhakwane Ntimeni Sivumane saMatsena Sinyorinyori sahumba Abathwal’uMlilo ngeNku... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaMzimela bakanye nabantu bakwaMsane .Bakanye futhi nabantu bakwaMfeka nabakwaVundla .Bakanye futhi nabantu bakwaMakhunga kanye nabakwaDidiza .Indlalifa kaDidiza kwakunguMaphuthwana .UDidiza yena uzalwa nguMakhunga kaNxaba kaMbekane kaVundla . Umuntu owagqama kakhulu kulaba bantu balezi zi... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNdlanzi[hhayi Ndlazi]baphuma kubantu bakwaCele .Lokho kuchaza ukuthi abakwaNdlanzi bangamNtungwa-angamaLala ngokwezigaba zabeNguni njengabo abakwaCele .AbakwaCele babakhe emngceleni wezwe lakwaQwabe,kusukela eNonothi kwehle njalo kuye eningizimu. Ngesikhathi sombuso wenkosi uDingis... qhubeka ufunde »
Kubhala u-Ernest Iko Nxasana Abantu baNgozo kusengabantu bakwaMaseko ngoba umlando oxoxwayo uthi enye indoda yakwaMaseko yadla ingudwane leli okuthiwa yingozo. Yase isibizwa ke ngokuthiwa uNgozo. Noma ke kungacaci kahle ukuthi basala kanjani kwaZulu kwaNongoma nxashana isizwe sakwaMaseko sesizinze e... qhubeka ufunde »