Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Nkuna

Abantu bakwaNkuna baphuma kubantu bakwaKhumalo .  Isizwe sakwaKhumalo ngesikhathi seNkosi uDingiswayo sasakhe eBabanango kuhambe njalo kuze kuyofika koNondweni. Inkosi uMagugu ka Gasa eyayibusa abakwaKhumalo ngaleso sikhathi .  Kuhambe kwahamba kwagcina kudaleke obunye ubukhosi ngoba oMashobana ka... qhubeka ufunde »

Ntshembeni

Abantu bakwaNtshembeni kusengabantu bakwaKhumalo . Ngakho-ke nabo bawela esigabeni saMaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni . Babuye babe ngaMantungwa ngokobuzwe , bakanye nabo abakwaKhumalo , abakwaMabaso , abakwaNyawose , abakwaNyandeni kanye nabanye. UNtshembeni okwaqanjwa ngaye isibongo wayeyind... qhubeka ufunde »

Nkwanyana

Umlando ngesibongo sakwaNkanyana. Lo mlando ucashunwe encwadini ka Senzo Mbatha esihloko sithi “Ziphuma eGuleni” . Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo. Abantu bakwaNkwanyana baphuma kubantu bakwaNdwandwe ,esibathola endulo bakhe lapho sekukwaNongoma khona namuhla. Namuhla sibathola bez... qhubeka ufunde »

Ngongoma

Umlando ngesibongo sakwaNgongoma. Abantu bakwaNgongoma bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabaNguni, basekanye nabantu bakwaNgcobo, abakwaNgidi, abakwaShangase , abakwaHlabisa , abakwaNzama, abakwaChamane kanye nabanye. Zonke lezi zibongo ziphuma kuVumizitha ,owayephila eminyakeni eminingi kakhulu eyadl... qhubeka ufunde »

Njilo

Umlando ngesibongo sakwaNjilo Kuloba iNtungwa lasenhla kwaSokhumalo *Lo mlando ucashunwe encwadini ka Senzo Maswidi Mbatha esihloko sithi ‘Ziphuma eguleni’ Abantu bakwaNjilo bangamaDebe Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Endulo sibathola bakhe ngasemfuleni uMlaza , kodwa ngenxa yezimpi ezazid... qhubeka ufunde »

Nkiwane

Umlando ngesibongo sakwaNkiwane Abantu bakwaNkiwane batholakala eNingizimu yezwe yaseZimbabwe endaweni ebizwa namuhla ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi. Eminyakeni eyedlule kuke kwaba nomdlali webhola owakulesi khona eZimbabwe ogama lakhe kwakungu-Melusi Nkiwane. Lo Mdlali wayeyiSitobha , wa... qhubeka ufunde »

Ndondo

Abantu bakwaNdondo kusengabantu bakwaHadebe , ngakho-ke ngokwezigaba zabaNguni nabo bangabaNguni abawuhlobo lwabaMbo Nguni njengabo abakwaHadebe . Laba bantu babuye baziwe ngokuthi nangaMaHlubi  , kususelwa egameni likaKhokho wabo uHlubi wayephila kudala kakhulu. UHlubi wayeyindodana kaHadebe okwaw... qhubeka ufunde »

Ndwandwe

Izithakazelo nomlando wesibongo sakwaNdwandwe.     Abantu bakwaNdwandwe imvelaphi yabo isenhla yezwekazi laseAfrika njegabo bonke abaNguni. Ngokwezigaba zabaNguni abakwaNdwandwe bangabaNguni baseMbo noma ngithi bangaMbo Nguni. Umuntu owawunothisa kakhulu umlando wakwaNdwandwe inkosi uZwide... qhubeka ufunde »

Nzimakwe

AbakwaNzimakwe Abantu bakwaNzimakwe bangabeSuthu ngokwendabuko. Ukhokho walaba bantu bakwaNzimakwe kwakunguMachi igama lakhe, lendoda yayiphila kudala kakhulu kanti ibuye ibe ukhokho wabantu bakwaXolo,Dlezi,Phehlukwayo, Machi, Ngutshana, Sabela nabanye. Laba bantu bakwaNzimakwe babuye baziwe‎ ngok... qhubeka ufunde »

Ndamase

AbakwaNdamase. Abantu bakwaNdamase bangaMampondo,isibongo sabo saqambeka ngoNdamase owayezalwa yiNkosi yaMampondo iNkosi uFaku(UFaku ofakayo ungathi uyifakile kanti uyikade eboyeni) .INkosi uFaku yayizalwa inkosi uNgqungqushe kaNyawuza, wabe engumzukulu wenkosi uSibiside yaseMbo. UNdamase wayezalwa ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!