Incazelo ngoMphafa ( Ziziphus mucronata Nina abakaMenzi akabongwa ngabalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Ngethemba basaphila. UMphafa (UMlahlankosi) .Lo muthi eniwubonayo ubizwa ngokuthi uMphafa igama lawo,ubuye waziwe ngeloMlahlankosi.Lo muthi ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMvagazi (Pterocarpus angolensis ) Nina abakaZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDadewabo uSililo.UCala lathethethwa ngomkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana.UMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani?UMkhumbi gudluka sibone aMagumgedlela.ISilo sasoSu... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMaphipha (Rapaneu melanophloeos) Nina bakaSingquma kakhulumi kanamlomo, akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo,lona olwaluqed’umuzi ngokunkenkeza.ISilo uDingane leso.Ngiyazibingelela iziNgabade enhla nasezansi.Lo muthi osesithombeni kuthiwa uMaphipha igama lawo.NgesiSwati kuthiwa... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeBhuma(Typha capensis\Bulrush\iNgcongolo\Motsitla) Enhla nasezansi ngiyababingela abakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya.IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yen’ayibambe ngendlebe yadabula yaqed’amadoda!Ngethemba... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMzaneno(iKhubalo laMaphanta, iKhubalo le Nhlanhla) Nina abeGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma, iNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela!Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngeth... qhubeka ufunde »
IMbabazane(Tragia durbanesnsis) Nina bakaSimayedwa njengelanga lona limi lodwa eZulwini, uMdayi sabela kweliphesheya,uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade kuzo zonke izindawo lapho zinkanise khona.Lo muthi eniwubona esithombeni kut... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoVumakubangoma obomvu Nina aboVemvane lukaPhunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiyaluthinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini lunjengoVumakubangoma.USingquma kakhulumi akanamlomo anjengoDlondwane lwakithi kwaBulawayo lona lwaqeda umuzi ngokunkenkeza.ISilo sakithi eMgu... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMhlakuva(Ricinus communis) Nina abakaMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa imihlambi yezinyamazane!Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo,ngethemba basaphila abeZulu eliphe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNgungumbane(Cape Porcupine) Nina abakaTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane.UKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawoNdlela ka Sompisi ngeyawoDambuza ka Ntombela.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »
Incazelo ngesilwane iNhloli(Hedgehog) Nina abeGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyez’abasini bengoma.UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.INkomo eyakhal’eMthonjaneni izizwe zonke zayizw’ukulila.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwo wonke ama... qhubeka ufunde »