Incazelo ngemithi yemfuyo Uma unguMfuyi thatha izimpande zeNtolwane,ezikaBhoqo nezikaVimbukhalo uzibilise ngento ewu 20litha okwesikhathi esingangeHora, bese uyakwephula eziko,bese ulinda kuphole,bese uphuzisa nje yonke imfuyo yakho.Ngingabalaizimbuzi,izinkomo,amankonyane,amahhashi,kanye nayo yonke ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNtebe(iHlukwe/Zantedeschia aethipica) Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebana.UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo.UKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke izNgabade.Ngeth... qhubeka ufunde »
UBunyanga Zazikhona izinyanga kwaZulu ezazikwazi ukwelapha kwelapheke ukuba kwakungenjalo uZulu wayengeke ande abe ngakaya.Nokho izinyanga umuntu asezibona namuhla sezivama ukuba nenkohliso.Njengakunoma yimuphi umphakathi wesintu, umuntu onamandla okwenza lokho thina esingezenzele ngamandla ethu,siy... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeMpepho(Helichrysum odoratissimum\Kooigoed kruie) Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana.UZulu laduma obala lapho lungemunga kungeMtholo.IMbube eshoba liyisilikithi.ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu.Enhla nasezansi ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoNkungwini(Plectranthus grallatus) Nina abakaHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.ILembe lelo!Enhla nasezansi ngiyazibingelela iziNgabade ngethemba basaphila abe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNtuma (Solanum marginatum) Nina baka Singquma khuluma bakuz’umoya,abasezitheni nabasemakhaya.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Lo muthi osesithombeni kuthiwa yi-Ntuma ngesiZulu.Zimbili izinhlobo zeNtuma,kukhona encane,kukhona nenkulu.Iyefana imisebenzi eyenziwa yiNtuma encane ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoQadolo(uCadolo\Blackjack\Bidens Pilosa\uMhlabangulo\AMalenjana\uCucuza) Nina bakaMakhalimakhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abakaBhush... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeGobandlovu(Balanites maughammi) Nina abakaQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane,iHwanqa eladla amanye amaHwanqa ngoba ladl’uPiti kwabaseMgungundlovu.UVezi wakithi eMgungundlovu.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwumhla ziyisiShiya galo mbili kuMb... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNtindili(Sea bean) Nina abakaThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi.IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumbeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde,kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela.ISilo uCetshwayo leso.Ngethemba basaphila abeSilo. INtindili Leli tshe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNkalimasane(uMakhanda ka Ntuli, Euphorbia fianaganii) Bakwethu lo muthi eniwubona kulesi sithombe ubizwa ngokuthi yiNkalimasane,noma uMakhanda ka Ntuli.NgoLimi lwesiXhosa ubizwa ngokuthi yiNtsema.Lo muthi uwuhlobo lwemithi ebizwa ngokuthi yiziNhlenhle okuyimithi ebandakanya uZililo,uMakh... qhubeka ufunde »