Incazelo ngoNyongwana (Dicoma anomala) Nina abakaSingquma khuluma bakuzw’umoya abasezitheni nabasemakhaya.Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!ISilo uDingane leso.Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeSilo.Cha, thina sisaphila eMantungweni.Nina beSilo le Nduku eniyibona... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMsinsi wokuzimelela ( The Lucky Bean,Coast coral tree) Nina bakaTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa imihlambi yazinyamazane.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.INhlahlanyovane ka Ndaba ehlehle futhi ngoBulawayo yaz... qhubeka ufunde »
Incazelo ngomuthi uQonsi (Erosemia umtamvunense) Nina bakaSifuba singungu singungubele nyakana sabhobokayo umuntu uyakuzizwa izindaba.UZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikadadewabo uSililo.USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayuikhexa imilomo.Enhla nasezan... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMabelejongosi (Eulophia speciosa) Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdelebe.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.N... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeMpisi (Hyena) Nina bakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuka naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi, kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.Lesi silwane enisibona esithombeni kuthiwa ‘iMpisi’ngesiZulu.NgesiTswana... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNcamashela (Eriospermum cooperi) Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguBaba yiwona onguMama,uKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi emaphethelweni.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Ngethemba basaphila. INcamashela Nina beSilo lo muthi eniwubona esithombeni kuth... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoQhume (Hippobromus pauciflorus) Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kubesengathi ngibuka isihlahla soMdlele.Amanzi omthombo wakithi kwaNobamba engiphuze kuwe ngagangatheka ngaphos’ukudliwa ziMamba.INgqayingqayi kaPhunga noMag... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeCishamlilo (Pentanisia prunelloides) Nina bakaKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni,iNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba.Enhla nazansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.Cha,thina sisaphila eMantungw... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMmemezi omhlophe Nina abakaSingquma khuluma bakuzwe umoya abasezitheni nabasemakhaya.Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangaene ezinye ziyokufa uMdlebe.INdudumo yakithi eMgungundlovu.UVezi lowo.ISilo sakithi eMgungundlovu,iSilo uDingane.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade,ngethe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeButha Nina abakaNowelamuva wawo Shaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.ISikhukhune sikaNdaba esikhukhule oMame sabetshatha saye sayobalahla ezinkwazini zoThukeka.ISilo ... qhubeka ufunde »