Nina abakaMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela! UNowela muva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! #ISilo uMpande leso! Enhla nasezansi ngiyibingelele yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu , cha sisaphi... qhubeka ufunde »
Nina abakaNowela muva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxixweni amaXhegu ayosala emizileni! #ISilo uMpande leso! Nina abeSilo ake ngibingelele enhla nasezansi,ngethemba basaphila abeMbube eshoba liyisilikithi. Cha, sisaphila thina eMantungweni. Nina beSilo ake sibheke inyoni... qhubeka ufunde »
Nina abaka Hlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemkhaya! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyibingelele yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo kung... qhubeka ufunde »
Nina abakaMamonga woSuthu uZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDadewabo uSililo! UCala lathethwa ngomkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana! #ISilo uDinuzulu leso , iSilo sasoSuthu! Nina beSilo lo muthi eniwubonayo kuthiwa uMbambangwe igama lawo, uqinile , awuvamisile u... qhubeka ufunde »
Nina abakaMenzi kabongwa ngaBalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini ! USinqgila nganhloko kuzond’intamo! #Inkosi uSenzangakhona leyo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu kuzo zonke izindawo lapho bekhona. Cha , thina sisaphila eMantungweni k... qhubeka ufunde »
Nina abakaThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi! IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabhej’iShowe kwabhej’iNdulinde ,kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela! #ISilo uCetshwayo leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nin... qhubeka ufunde »
,Nina abakaGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo, cha, thina sisaphila kwaSOKHUMALO. Nina ... qhubeka ufunde »
Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungumhla weshumi kuNcwaba(Ogasti) onyakeni ka 2023, ngethemba basaphila abeSilo, c... qhubeka ufunde »
Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! INkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! #ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo... qhubeka ufunde »
Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini , inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!#ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade . Le Nduku eniyibonayo kuthiwa uMkhwangu igama layo , iningi ngapha koMkhanyakude. NgesiNgis... qhubeka ufunde »