Umlando ngesibongo sakwaSweswe. Abantu bakwaSweswe bayingxenye yabantu bakwaNcube abatholaka eNingizimu yezwe laseZimbabwe engxenyeni ebizwa ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi nokuyingxenye eyabe iyizwe leNkosi u-Mzilikazi ka Mashobana Khumalo ngaphambi kokuba idliwe ngamaNgisi ngowe 1893 . K... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaSibisi Abantu bakwaSibisi imvelaphi yabo ikubeSuthu abaziwa ngokuthi bangaMakgwakgwa , aMakgwakgwa wona aphuma kubeSuthu abaziwa ngokuthi ngaBahlakwana [ Bahlakwana] . Ukhokho walaba bantu bakwaSibisi nguMahlatsi indodana kaKherehlwa kaMashiane kaMolapo . ABahlakwana nabo ... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaShongwe Abantu bakwaShongwe bangabeNguni baseMbo ngokwezigaba zabaNguni . Imvelaphi yabo ixhumene neyakwaDlamini, Shabalala , Kunene , Mavuso nezinye . Ngenkathi befika kuleli eliseAfrika eseMazansi bafika bazinsa lapho sekuyizwe laseSwazini khona. Babekade beqhamuka enhla... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaSigabade #Kuloba iNtungwa lasenhla kwaSokhumalo Abantu bakwaSigabade baphuma kuSigabade kaSimyenga wakwaMhlanga. BangabeNguni abangaBaMbo Nguni. AbakwaMhlanga nabo babekade bezinze lapho sekwaZulu khona namuhla. Namuhla laba bantu bakwaSigabade batholakala ezweni laseZim... qhubeka ufunde »