Nyide

*Izithakazelo zakwaNyide”

Bhadela!

Hlahlamhlanga kuvel’indlela!

Mand’esithebeni njengensonyama!

Mathole!

Mahulube!

Nkom’ezidl’ekhaya ngoba ziswel’abelusi!

Nyide omuhle ngezinto zakhe!

Novazi!

Mudliwezilo!

Ndabase!!

#Ibinda!

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo