Ndlangisa

Izithakazelo zamaNdlangisa

Thole

Zimhle

Gqagqane

Hlubi

Mfingo

Lwandl’aluwelwa

Luwelwa zinkonjane kuphela

Zona zimaphiko made

Duma ka Mthombeni

Ntabeni

Saphekwa netshe

Kwavutshwa itshe

Sasala ke thina

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo