Mncwango

Mncwango

Mjaji ka Ngotshana,

Makhumbuza uthuli

Mfeka

Wena owawakhishwa ngenoni emgodini

Mzingeli

Nkophe kazilangani

Phakathi wakoNkosi

Nsiba ka Muntsha,

Dubeni,

Wena owanyela emfuleni wenkosi wathi uyancwanga,

Mpangazitha oziphangayo,

Mzingeli kaMfekaye,

Mncumbatha,

Maqhude

 

 

 

 

Osesithombeni uMdlali webhola u-Thobani Mncwango

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo