(Osesithombeni uMabhuti Khanyeza owayengumdlali webhola)
Izithakazelo zakwaKhanyeza
Ngwane
Bhengu
Shongololo
Ngcolosi
Dlabazane
Malala alala nomunwe endunu
Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga
Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi
Jali
Abantu bakwaKhanyeza kusengabantu bakwaNgcolosi (Bhengu) , bakanye nabakwaJali
Osesithombeni uJaivazimnike Khanyeza (iQhude koMaskandi) osemculweni kaMaskandi