Ndawonde

Sbhene senala

Mdubu ka Madani

Bulisa

Gcogcozela

Nina boPhanga ukufa abafokazane bephanga ukuphila

Nina enangena endlini kwanuka utshwala

Nangena esibayeni kwanuka inyama

Naphumela phandle kwanuka ikwindla

Jwara

Zitha

Labase

Mbongwa

Nina baseLenge

Nina bangasenhla noThukela

Ndawonde

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo