Nkabinde

 

 

 

 

 

 

 

 

 

Mcusi
Mphondle kaNdlolothi
Mafuya
Ngokufuyinkabi
Nina bakaMabelemade
Oncelisumntwana
Engaphesheya komfula.
Siyobi!
Gama Mboyisa!
Abakhokhelabantu behlezi

 

 

 

 

 

 

 

 

 

Ezithombeni nguMculi uSimon Nkabinde ongasekho , wayedume ngelikaMahlathini noma Ndoda Mbodlomane.

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo