Ngqosini

Izithakazelo zamaNgqosini

UGaba

UThintiba

UCohoshe

UMntu womlambo

UNozinga

Usula ngomkhunyu kulanjwa

Zihlobo zoMjobi

Ziyabiza ngesizib’esithethayo

Ijuba likhele emthini lingenanyawo

*Kuthiwa iNkosi yamaNgqosini yathwasa emfuleni /emlanjeni ,kwisiziba sakwaCihoshe. Yingakho izithakazelo zamaNgqosini zithinta kakhulu amanzi/umfula

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo