Ntshalintshali

Ntshalintshali

Somnomo
Mzwazwa
Mkhulwane
Ludonga kaMavuso
Bheshela
Mthongolo
Thwayisa
Wena owathwayisa umuntu ngojojo emhlane
Wena kaHhiya koBanani
Nina bakaNyembe kanikeli
Kunikela uMtshongolo
Mazalankosi
Nina enazala uZwide ka Langa
Nyongande ongangomunga
Phathwayo
Nyawo zinde
Ezimfushane zimacuthulwane
MaSwazi amahle
Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo