Sithebe

Sithebe

Habile

Mkholwa

Ndlandla

Mlozi omuhle okhala ezintabeni

Abangwe yiziNgwe neziNgonyama

Nkhwankhwa lebovu

Siyibone ngani siyibone ngokuthiba tintuli.

Sibotho sediye sakaNomtiba

Sithebe esimancancane

Mabizwa iNgonyama ehlathini

Ndwandwe waseGudu

Wena owaguduza inkomo zamadoda

Nina boNjinji

Nkomo zabantu zidla nezabelungu abamhlophe

OJantoni noBhostoli.

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo