Gabuza

Gumede onhlokonhle

Qwabe

Mpangazitha


Malandela

Ngokulandela izinkomo zamadoda

Nonombela kaMafuyanduna

Khondlo

Phakathwayo

Godolozi

Vezi

Mnguni

Mfumbathi wemvula

Magaya isicaba sibe sinye

Malandela ngokulandela izinkomo zamadoda

Nqenqema kaNozitombo

Shiyampahla ulandele intombi

Khuzwayo

Nina bakaSidlabehlezi bakaPhakathwayo

Nina baseMthandeni

 

 

 

 

 

 

 

 

 

 

Osesithombeni uMdlali webhola uThamsanqa Gabuza .

 

 

Abantu bakwaGabuza kusengabantu bakwaGumede noma Qwabe . Basekanye nabakwaKhuzwayo , Makhanya , Khwela, Maphanga, Sabela, nabanye

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo