Mntungwa
Khulu
Khulu ka Bayeni
Nina enithi nidla beniyenga umuntu ngendaba
Mambulazi amahle
Mambulazi aluhlazana
Nina bakaNomayekethe ka Ndaba (kushiwo uNongila Mabaso)
Nina baka Jokozela ka Bayeni
Nina bakaManzezulu ka Bayeni
Nina enadla izimfe zimbili kwaphuma khambi linye
Bantwana beNkosi
Nina bakaManqamana`linye angabamabili weza nalo khabonina
Nima bakaNjolonjolo ngokugqolozela ilanga abanye bengaligqolozeli
Nina aboSiba loNtengu nolweNtengukazana
Nina bakaNongila
Nina bakaDenjane uMdumazi wamaNgisi eSwandlwana
Mantungwa amahle kaMbulazi
Ndabezitha
Mbulazi
Umculi weJazz uFaca Khulu , uMntungwa omkhulu
Ngibonga kakhulu Mntungwa ngezithakazelo zakwaKhulu