IZIGABA ZABANGUNI:
1. AmaNtungwa Nguni:
Biyela
Bukhosini(AmaNtshali lawo)
Buthelezi
Dladla
Dludla
Gumede[Qwabe]
Khoza
Khumalo
Khuzwayo
Khwela
Lushozi
Mabaso
Mabizela
Majola
Makhanya
Makhoba
Mashazi(AmaNtshali lawo)
Manzini
Maqungebe
Ngobese
Mathenjwa
Mbatha
Mbeje
Mchunu:
Mdladla
Mjadu
Mlaba (Ximba)
Mlambo
Mngomezulu
Mnguni
Mnisi
Mpungoshe
Msomi
Mthembu
Mtshali:
Myeni
Ncwane
Nkosi [Ndlangamandla]
Ndlovu
Ngwenya
Nsinde
Ntshangase
Ntuli
Nyanda
Nyandeni
Nyawo
Nyawose
Nzuza
Qwabe
Shandu
Shezi/AmaNcube
Sibiya
Sikhakhane
Sithole
Xulu
Zulu
Zungu
2. AbaMbo Nguni :
Cebekhulu
Dlamini
Hadebe
Hudla
Langa
Linda
Kunene (Mtimande noMgoza)
Madonsela
Mabuza
Magwaza
Mavuso
Mhlongo
Mkhatshwa
Mkhize
Mlangeni
Mthimkhulu
Mzizi
Ndwandwe
Ngwane
Nkosi
Ntsele
Nxumalo
Shabalala
Shongwe
Zikhali
Zwane
Zwide
3. AmaThonga
Gumede[ kaManukuza]
Jobe [kaSiqakatha]
Mashabane\Shabane
Ngwana
Ngubane
Nxumayo [kaPhumphele]
Tembe
4. AmaLala/AmaNhlenga Nguni :
Cele
Chamane
Dingila
Dube
Goba/Maqamane
Gwala
Hlabisa
Jali
Lamula
Luthuli/Mathuli
Mangangeni
Maphumulo/Mseleku/Shinga
Mbambo
Mbuyazi/Mbonambi
Mkhwanazi (abakwaMpukunyoni)
Mnqobokazi
Mthethwa
Mthiyane
Mweli
Myaka
Mzimela
Ndlanzi
Ngcobo
Ngcolosi/Bhengu
Ngiba
Ngongoma
Nxele
Ngonyama
Nyuswa
Vilane
Seme
Wosiyane
Xaba
Zama/Nzama
Zondo
5. AmaDebe Nguni :
Mdunge
Nyamvu
Nqolo
Nqondo
Njilo
Mdluli
Yobo
Nkabane
Ntshele
Ntambo..
note# ezinye azibhaliwe ngoba singenaso isiqiniseko sokuthi ziwela kusiphi isigaba
Ngicela ukwazi ngendabuko yakwa Thabede. Isithakazelo uVezi, Jiyane, Gambu
Ngiyakhuleka
Ngicela ningisiza ngemvelaphi yesibongo sami, SIYAYA
Sithakazela sithi:
Mnguni wasolwandle
Nzimase
Wena waseNingizimu
Ngisacela nike nibhale ngesibongo sakwaMadela ngemvelaphi yaso
Kuhle ukuzwa lowo mlando , kodwa bonke laba kwaku ngamagama okhokho namaxhegu obaba mkhulu pho bazalana kanjani bahlukaniswa yini ?
Ngicela ukwazi kabanzi NGO Ncube. Ukuthi bavela kuphi. Kukhona abase Mozambique Kanye base Zimbabwe. Mina ngikhule ekhaya kuthiwa singama Thonga
Ngibingelele ekhaya ngicela ukwazi ngemvelaphi no Lando wesibongo sakwa Nkwanyana Zikode
Bengicela ukwazi ngesibongo sakwa dlongolo mdumbe
Ngicela ukwazi imvelaphi yesibongo sakwaShelembe
Kanti u Zulu ungena ngaphansi kwaluphi uhlupho
Sanbonani, ngisacela ukwazi ngomlando wakwaMathenjwa, kanjalo noMntambo ekhabomama
Ngicela ukubuza ukuthi lezi zibongo zahlukaniseka kanjani kulezi zigaba ezinhlanu?
Sawbona Nkululeko
Ngicela ukubuza ukuthi uNgwenya uhlukaniswa kanjani no Kunene, Madonsela, kanye noShongwe.
Ngibuza ngoba labantu abandawonye futhi abaganani nokuganana.
Ngyabonga ngsalinde impendulo
Ngicela ukwazi ngesibongo sakwaZiqubu
Siyabonga ngolwazi enisipha lona. Nami bengisacela imvelaphi yakwa Vilakazi ngiyabonga.
Cha uNzama isizukulwane saMajola be noShangase